Izithakazelo ziyigugu nendlela yokuzigqaja kulowo osuke ebizwa ngolibo lwamaqhawe akubo. Uma ungathanda ukufunda kabanzi ngezithakazelo, lapha siphendule umbuzo othi “Yini Izithakazelo?”
Ngezansi uzothola izithakazelo nomlando wabantu abaningi abehlukene.