Makhombothi,
Ntumbeza kaNtuzi,
Cabuzela onyawo zincane, ziingaba nkulu zifuz’ekhabonina,
Khambule,
Mzilankatha,
Shezi,
Magidla!
Makhombothi,
Ntumbeza kaNtuzi,
Cabuzela onyawo zincane, ziingaba nkulu zifuz’ekhabonina,
Khambule,
Mzilankatha,
Shezi,
Magidla!
Mlotshwa (Mpondo clan)
Ngobende
Sizane
Ngcamu
Mguleka
Please add to Izithakazelo to expand wisdom to those who are seeking knowledge with their clans.
Enkosi
UMlotshwa noMsimango uhlangana kanjani
Sawubona
Ngiyabonga ngokusinika ulwazi ngezibongo nangezithakazelo kwande
nami ngingathanda ukuzwisisa coz all i remember kuthwa mlotshwa mazibuko mazembe ngiyadideka
Ngifisa ukwazi ukuthi I Mlotshwa no Msimango bahlobene kanjani
Sawbona..
Ngicela ukwazi izithakazelo zakwaNkom’zwayo…
Ngiyabonga
Sawubona. Mina ngifuna ukwazi ukuthi u Mlotshwa no Mazibuko bahlangana kanjani, ngoba mina ezweni engakhula kulo bengizwa ugogo ozala ubaba ethi, mazibuko, mwelase, njosho, nzima, suthu, njokweni, abangaweli ngamazibuko, abawela ngezihlenge zomfula, ombilini wodlolo, ogaxa lugaxile aluyikugwaza lutho, logwaza imihlane yamadoda. Angazi noma wukuthi sahlala kwelinye izwe okwenza ukuthi kubekhona ukudideka, ngoba ngithe nxa ngifika lapha ngathola ukuthi uMlotshwa no Mazibuko abahlangani , manje kunzima kimi ukuthi ngithole izihlobo zami ezasala emva( eNatal) ngokusho kuka Gogo ukuthi siqhamuka emva.
Lami ngizazi nginguMlotshwa,Mazibuko
Mina cela ukubuza uGama uhlanganaphi noMlotshwa
Mlotshwa lo mazibuko yintoyinye nje akulamehluko,,, Mlotshwa yisibongo umazibuko yisangelo
Ei lana akukho nasinye esishiwo kithi think singomlotshwa ozikode omaganga awalingani nasemgwazini ombambasane onsengwane wena wakwamalinga owalinga intaba zendelana ihlobane nezingezi umgabadeli owagabadela inkomo namathole azo omzilankatha lezi ezpha ai ngyazqala kushuthu ukufana nje kweybongo
Mlotshwa,Lobi,Zitha