isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Mdakane

Mdakane!
Langatshe,
Mshiza,
Gumbi,
Wena kaMdukase,
Wena bhoko elingahlabi ekhaya kodwa lihlaba emadodeni amnyama ngebala.
Ndokose,
Mlotshwa,
Khathide.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply