Umlando wakwa Ndwandwe Clan Names
Ezikhathini zasemandulo ngalenkathi uSobhuza esakha izinseka zesizwe samaSwazi noShaka ekhula ebunganeni bakhe, abantu ababe ngomakhelwane kwakungabantu bakwaNdwandwe. Lapho ingalesikhathi kuphethe inkosi uZwide lapha ngasemfuleni uPhongolo. Kuningi okukhulunywayo uma kukhulunywa ngobukhosi bakwaNdwandwe, okunye kwakho kuyindida futhi kuyamangaza. Ngokwezinhlaka zobuzwe abanye bababiza ngokuthi bangabasenhla okanye bangabaNtungwa, okusho ukuthi bangaphansi kwamaZulu angamaNguni. Kanti kokunye kuhlongozwa ukuthi bangabasezansi nesifunda … Read more