Phahla!
Ndlovu kaKhuba!
Gawozi kaSilwane,
Khuba!
Mnukwa!
Tetemane, wena wendlov’ enamandla,
Phahla elinhlokonhle!
Wena kanomasikisiki!
Wena wenyoni eyasindwa isisila sayo!
Sgqoza esimlom’ ubomvu
Mbuyazwe, Mdungwane ongalo ncane
Phahla!
Ndlovu kaKhuba!
Gawozi kaSilwane,
Khuba!
Mnukwa!
Tetemane, wena wendlov’ enamandla,
Phahla elinhlokonhle!
Wena kanomasikisiki!
Wena wenyoni eyasindwa isisila sayo!
Sgqoza esimlom’ ubomvu
Mbuyazwe, Mdungwane ongalo ncane
Ngicela umlando wakwa Ngcobo
Ngicela izithakazelo zakwa Zikhali
Sawubona, nazi izithakazelo zakwa Zikhali https://iafrika.org/izithakazelo-zakwa-zikhali-clan-names/?highlight=Izithakazelo%20zakwa%20Zikhali