Izithakazelo zakwa Mpontshane Clan Names
MpontshaneShengeSokalisaMvulaneMnandi ngamondiSondiya wena omuhle ngomlomoMnyamane kaNgqengelele
MpontshaneShengeSokalisaMvulaneMnandi ngamondiSondiya wena omuhle ngomlomoMnyamane kaNgqengelele
Emandulo kwakunenkolelo yokuthi inkosi ebusayo kwakumelwe ibe nenyanga yayo. Kwakuthi lapho inkosi ikhothama, leyonyanga yenkosi iyiswe kwagoqanyawo. Lokho kwakwenziwa phela ngoba kuthiwa uma leyonganga iqhubeka iphila, yayiba wuhlupho emphakathini ngoba yabe ingumuntu ngaphambilini owayeke wasondelana kakhulu nenkosi, ngakho yazi izimfihlo kanye nezitha zenkosi kuhlanganise nezinyathelo ezazithathwa ezindabeni zasebukhosini. Imvelaphi yesibongo sakwaMpontshane UJeqe Buthelezi wayengomunye wabantu … Read more