Izithakazelo zakwa Khwela Clan Names
KhwelaNdulini,Mgabhazi!Sicubu kasosiwaWasosa uyosihlawula!Maguya!Mningila!Totose!
KhwelaNdulini,Mgabhazi!Sicubu kasosiwaWasosa uyosihlawula!Maguya!Mningila!Totose!
Izithakazelo ziyigugu nendlela yokuzigqaja kulowo osuke ebizwa ngolibo lwamaqhawe akubo.Ngisho kungathiwa umuntu usethukuthele wagana unwabu, uma uke wambiza ngesithakazelo samhlaba siye siyithunge maphakathi inhliziyo uzibone izihlathi zivakashela izindlebe. Zonke izizwe zabeNguni zinezibongo. Izibongo lezo zihambisana nezithakazelo. Izithakazelo zehluka ngokuthi zona zihambisana nesibongo sabantu abanenkaba yozalo. Zisuselwaphi izithakazelo? Izithakazelo lezi zisuselwa emagameni nasezibongweni zokhokho besibongo esithile. … Read more