Umlando wakwa Dlamini Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Isibongo sakwaDlamini ngesinye sezibongo esidume kakhulu KwaZulu Natal kanye naseNingizimu Afrika iyonke nje iphelele. Akugcini lapho, ngisho nasezweni lama Swazi eSwatini sidume kakhulu. Onke amadlelo budebuduze neMooi River kanye nezintaba zoKhahlamba kwakuyizifunda ezingaphezulu ngezikhathi zokubusa kweSilo uSenzangakhona kodwa ke zingenabo abantu abaningi. Kwakukhona abaseMaBheleni, kube emaZizini kanye nabakwa Dlamini. AbakwaDlamini babemaphakathi kwendawo yaseMaBheleni eBiggarsberg kanye … Read more

Izithakazelo zakwa Dlamini Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Sibalukhulu,Mdlovu, Magaduzela,Magaga kaNsele,Wena owashisa umuntu ngesikhuni kwaze kwasa eyobayoba,Mgoqo ovimb’ esangweni nansi impi,Izwe lafa ngathini na?Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,Ngonyama!