Izithakazelo zakwa Dlamini Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Sibalukhulu,
Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni kwaze kwasa eyobayoba,
Mgoqo ovimb’ esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama!

What are the Dlamini clan names (izithakazelo)?

The Dlamini clan praise names (izithakazelo) honour ancestors such as Sibalukhulu and Mdlovu, tracing the lineage and history of the Dlamini clan.

Yiziphi izithakazelo zakwaDlamini?

Izithakazelo zakwaDlamini zihlonipha okhokho abafana noSibalukhulu noMdlovu, zilanda umlando wesibongo sakwaDlamini.

8 thoughts on “Izithakazelo zakwa Dlamini Clan Names”

Leave a Reply