Uma uphupha useduze nomfula kusho inhlanhla kanye nokuchuma uma amanzi ecwebile futhi ezolile kanti ishwa uma amanzi ewudaka futhi eza ngokhahlo. Amanzi eza ngokhahlo angasho futhi ukuthi uzoba nengozi embi kungekudala.

Ngiphuphe sihamba sibathathu sihamba eduze komfula onamanzi agelezayo acwebile
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngomfula/?highlight=ngomfula
Ukuphupha I bridge ngaphansi kunamanzi angcolile amanzi awudaka ngihamba nengane encane
Ukuphupha amanzi kungachaza izinto eziningi, Cofa lapha ukuthola ulwazi oluthe xaxa ngephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/