Uma uphupha usentabeni ngokujwayelekile yishwa. Uma uyibona ekudeni kusho ukuthi uyoba nempilo engeyinhle ngenxa kokucindezeleka empilweni. Uma uyikhwela intaba kusho ukuthi uyoba nezinkinga empilweni yakho kodwa kungenzeka uzinqobe ikakhulukazi uma ufika esicongcweni.
Ngicela ukubiza kuchazani ukuphupha intaba mlilo phecelezi ivolcano iqhuma ize inifice inedlule koda ibingenawo amandla kakhulu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesimo sezulu nesibhakabhaka
I dreamt of a old woman and i was explaining to her and showing her the mountains that had snow is the reason it’s cold
Kuchazani ukuphupha uphakathi komhlambi wezinkomo, kodwa azingenzi lutho, kodwa ngathi zifuna ukubaleka
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenkomo/
Kuchazani ukuphupha uphakathi komhlambi wezinkomo, azingenzilutho
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokufuya-izinkomo/
Ngiphuphe nginyuka intaba nge bicycle ngahluleka kodwa ngasizwa imonto yomlungu yangibeka ngaphesheya.
Ukugibela imoto yomlungu kusondelene nalencazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngokugibela/