Amaphupho ngesiwa

Uma uphupha usonqenqemeni lwesiwa kusho ukuthi kukhona okusemqoka okuzokwenzeka ebudlelelwaneni bakho maduze. Uma ushadile kusho ukuthi kungenzeka ube nomntwana. Uma kodwa ulenga kwisiwa kukhona okubambile kusho ukuthi othile uzama ukukuqalekisa futhi kufanele uthole usizo kumelaphi.

1 thought on “Amaphupho ngesiwa”

  1. Uma uphupha usesiweni ubambelele kwimpande encane ezonqamuka futhi kukhona umuntu ophezulu ongafuni ukukusiza kuchazani

    Reply

Leave a Reply