Skip to content
iAfrika
  • Amaphupho nezincazelo zawo
  • Amasiko
  • Izinganekwane
  • Izaga nezisho
  • Umlando nezithakazelo
  • Ukwelapha ngokwesintu
  • Ukudla kwesintu
  • Umdlalo wezaga

Ukuzwa

Amaphupho ngemizwa

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Asho ukuthini amaphupho ngemizwa? Lokhu kuhlanganisa ukuthukuthela, uvalo, injabulo, ukulamba, isikhwele, isizungu, uthando, ukuzizwa ungajabulile, ukuzwelana kanye nokoma. [wp_show_posts id=”13883″]

THUMELA

  • Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Imizwa, Ukuzwa

Amaphupho ngokuzwa umsakazo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uzwa umsakazo kusho ukuthi kufanele uyovakashela isihlobo esisanda kukuvakashela.

THUMELA

  • Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Imisakazo, Ukuzwa

Amaphupho ngokuzwa ucingo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uzwa ifoni/ ucingo lukhala kusho ukuthi abantu bahleba ngawe futhi kuzoletha izinkinga ebudlelwaneni bakho nabanye. Uma uphupha ukuthi ubona ucingo lokubiyela kusho ukuthi uzoba yisigwili ekusaseni lakho kodwa kungathatha isikhathi.

THUMELA

  • Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Izingcingo, Ukuzwa

Amaphupho ngokuzwa umculo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uzwa umculo ojabulisayo ephusheni lakho lokho kusho ukuthi uzothola izindaba ezimnandi maduzane nje. Kodwa uma uzwa umculo ongemnandi kusho ukuthi uzothola izindaba ezimbi. Kwesinye isikhathi lamaphupho ahlanganisa izimfijoli.

THUMELA

  • Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Amaculo, Amahubo, Ukuzwa, Umculo

Amaphupho ngokuzwa umsindo omkhulu

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uzwa umsindo omkhulu kusho ukuthi uzodinga ukwenza isinqumo esibalulekile maduzane.

THUMELA

  • Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Imisindo, Ukuzwa

Amaphupho ngokuzwa ukungqongqoza emnyango wakho

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uzwa ukungqongqoza emnyango wakho useduzane nokufinyelela izinhloso zakho kodwa kufanele uqaphele ukuthi usho into elungile ukuze ungalahlekelwa amathuba akho.

THUMELA

  • Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Ukuzwa

Amaphupho ngokuzwa inja ihlaba umkhulungwane

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uzwa inja ihlaba umkhulungwane kusho ukuthi kunezinto ezimbi ezizayo. Uzoba nezikhathi ezinobunzima nokulwa maduzane.

THUMELA

  • Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Izilwane, Ukuzwa

  • isiNdebele
  • isiXhosa
  • KiSwahili
  • Sepedi
  • Sesotho
  • Setswana
  • siSwati
  • Tshivenḓa
  • Xitsonga
  • Yoruba
© iAfrika 2026 | Privacy Policy | Powered by iAfrika Digital