Amaphupho ngokuzwa umculo
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Uma uphupha ukuthi uzwa umculo ojabulisayo ephusheni lakho lokho kusho ukuthi uzothola izindaba ezimnandi maduzane nje. Kodwa uma uzwa umculo ongemnandi kusho ukuthi uzothola izindaba ezimbi. Kwesinye isikhathi lamaphupho ahlanganisa izimfijoli.