Amaphupho ngokuzwa ucingo

Uma uphupha ukuthi uzwa ifoni/ ucingo lukhala kusho ukuthi abantu bahleba ngawe futhi kuzoletha izinkinga ebudlelwaneni bakho nabanye. Uma uphupha ukuthi ubona ucingo lokubiyela kusho ukuthi uzoba yisigwili ekusaseni lakho kodwa kungathatha isikhathi.

2 thoughts on “Amaphupho ngokuzwa ucingo”

  1. Sanibona. Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini Ngiphupha ngishawa umuntu emqaleni sibanga imali engiyiphethe ngingafuni ukumnikeza ngavuka lapho ikhanda lishaya kancane. Ngiyabonga.

    Reply
  2. Sanibona. Kucela ukubuza kuchaza ukuthini Ngiphupha ngishawa umuntu emqaleni sibanga imali engiyiphethe ngingafuni ukumnikeza ngavuka lapho ukhanda lishaya kancane. Ngiyabonga.

    Reply

Leave a Reply