Amaphupho ngenyama yembuzi

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha udla inyama yembuzi kungase kube wuphawu lokuthi uzophila kahle, inyama yembuzi kunenkolelo yokuthi inikezana amandla nempilo ngenxa yokuthi imbuzi idla izihlahla. Ukuphupha udla inyama yembuzi futhi kungaba wuphawu olusho ukuthi kuzomele uthathe izinqumo ezinzima ezizoshintsha impilo yakho. Ukuphupha udla inyama yembuzi kungasho ukuthi lindela izikhathi ezizayo zempumelelo emkhakheni okuwo ngokomsebenzi noma ebhizinisini. Ukuphupha udla … Read more

Amaphupho ngenyama yangaphakathi

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha usu noma inyama yangaphakathi kuwuphawu olubi olungabika isifo esingaba khona ekhaya. Ukuphupha usu kungasho ingozi nokuthi kumele uqaphele indlela oziphethe ngayo. Kungasho ukuqala kwezinkinga empilweni yakho. Ukuphupha udla usu kungasho ukuthi uzothola ukuphoxeka ngodaba olubalulekile. Kungasho ukuthi uzohlukana nabantu ababalulekile. Ukuphupha upheka usu kungasho ukuthi izinqumo ozithathayo ngaleso sikhathi ziyoba nomthelela omkhulu ekusaseni lakho. Ukuphupha … Read more

Amaphupho ngenyama ebomvu

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha inyama ebomvu engaphekiwe kungasho umkhuhlane ongavela emndenini noma ezihlotsheni okungaba isifo. Lokhu kusuke kumele ukuthathe njengesixwayiso. Ukuphupha udla inyama ebomvu kungasho ukuthi qaphela, kungase kubike idliso elibi ngaphakathi kuwe. Kungasho futhi ukuthi kuneshwa nokulahlekelwa ozobhekana nakho. Ukuphupha inyama ebomvu engaphekiwe kungasho ukuthi imbangi yakho ikusebenzisela umuthi omubi, kanti uma usanda kushada kungasho ukuthi awumukelwa yizidalo zakulowo mndeni … Read more