Asho ukuthini amaphupho amayelana nenyama? Lokhu kuhlanganisa inyama yenkomo, umqwayiba, amathambo, izoso, imvu, isibindi, inyama yengulube nenyama engaphekiwe.
[wp_show_posts id=”14927″]
Asho ukuthini amaphupho amayelana nenyama? Lokhu kuhlanganisa inyama yenkomo, umqwayiba, amathambo, izoso, imvu, isibindi, inyama yengulube nenyama engaphekiwe.
[wp_show_posts id=”14927″]
Sanibona. Ukuphupha ngemya yenkukhu Khona kuchaza ukuthini? Ngiphuphe ngathi ngiyayigeza endishini yezintsha.
Kuchaza ukthini ukuphupha udla inyama ye mbuzi
Cofa lapha ukuthola impendulo: Amaphupho ngokudla
Molweni,kutsho ukuthini ukuphupha uzidla inyama yeNgwenya kwaye uyincoma ubumnandi?
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokudla/
Kusho ukuthini ukuphupha ulahlekelwe inyama ephekiwe yenkomo uyidle ngumuntu ongasamkhumbuli uma uvuka ekuseni.
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/tag/inyama/
Kusho ukutjini ukuphupha uqoba isibindi senkomo
Kusho kuthini ukuphupha udla amanqina enkomo noMamkhulu wakho nomyeni wakhe abasaphila
NginEnkinga yokukhohlwa amaphupho mase ngivuka ekuseni
Kuchazani ukuphupha udla inyama yemfene????
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngemfene
Ukuphupha inyama kusho isifo, kungabe kukhona omaziyo okumbe ekhaya ozohlaselwa ukungaphili thizeni okumbe kube Khona odlulayo, kwesinye isikhathi inyama iyaba idliso mawuzophupha uyidla, kokunye uthole ukuthi iphupho lakho liyisambulo likuyalela okuthize nje ngokuthi ubone inyama emnyama Lena esentshenziswa makususwa isinyama okumbe makuhlanjulukwa emvakokushonelwa lapho kungenzeka uyalulekwa ukuba ugcine leyonkonzo yokuzihlanza, asikhumbule Amaphupho okumbe imibono noma izambulo zivela emfihlakalweni kwabangasekho abakulusile nakuMdali umoya ongcwele.
Ngiphuphe iboydriend yam ingiphakela i stew se beef nerice namavegetables ngabe kusho ukuthini? Liyangihlupha ngoba selibuya kaningibiphupho lokudla kulezinsuku.
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokudla/
Kusho ukuthini ukuphupha upheka inyama yenkomo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokupheka, ukudla nokuphuza