Amaphupho ngomuntu owawuthandana naye

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha umuntu owawuthanda naye noma umuntu obekade eyingxenye yempilo yakho, kungenzeka ukuthi loyomuntu usuke ekugadla ngemithi noma usuke ekucabanga ukuthi ubuyelane naye. Uma umphupha ekushaya noma ekubuka kabi lokho kungasho ukuthi usuke esakubambele amagqubu noma engakaxoli ngokwenzeka phakathi kwenu. Uma uphupha uwasha kubo kungachaza ukuthi kumele nihlale phansi nihlambuluke ngezinto ezingezinhle omunye nomunye azisho kuxatshanwa. … Read more

Amaphupho ngothando nomshado

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Asho ukuthini amaphupho ngothando nomshado? Lokhu kuhlanganisa ukuthandana nomuntu ngaphandle komshado wakho, amadoda angaganiwe, omakoti, omkhwenyana nezimpelesi, ukuhlukumeza, idivosi, ukuthembisa umshado, ukuqabula, ukucela umshado, ukwaliwa, imishado, umcimbi nendandatho yomshado.