isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngothando

Uma uphupha ukuthi usemathandweni kusho ukuthi ikusasa lakho linenhlanhla. Uma uphupha uthanda abangani bakho kusho ukuthi uzophumelela empilweni yakho. Ngisho uphupha ukuthi awujabulile othandweni kusho ukuthi uzoba nomshado omuhle.

22 thoughts on “Amaphupho ngothando”

  1. Ngiphuphe usisi wami omncane engizalwa naye komunye umakoti kababa eshonile kodwa bengasitsheli lutho. Bekungathi thina zingane zakomunye umakoti asivumelekile.

    Reply
  2. Kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye belele nentombazane ongayazi nawe ukhona endlini kodwa uyabukela

    Reply
  3. Ngiphuphe ngigibeza umuntu ngihamba nonkosikazi Angela kancane ngyochama ngabuya sengihanjwa zimpethu..ngazithtntutha ngahamba

    Reply
  4. Kusho ukthini ukupgupha umuntu wakho esocingweni efonela intombi yakhe entsha ebese wena uyabona lokho ukuthi ukhuluma nocingo ebese ebaleka umuzwe ethi kakhulu atijike intombi yakhe eyitshela ocingweni ijike yona ize ngenkani

    Reply
  5. Kusho ukuthini ukuphupha ex yakho ikutshela ukuthi lahla fiance yakho after 3 days nihlukane ngempela ne fiance yakho.

    Reply

Leave a Reply