Amaphupho ngokujolelwa

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha umuntu wakho ekujolela kungaba wuphawu olusho ukuthi awumethembi futhi usola ukuthi uzojola nomunye umuntu.

Uma uphupha umuntu wakho ekujolela kungaba wuphawu olusho ukuthi unesikhwele kakhulu futhi uyehluleka ukusifihla.

Uma uwumuntu onesiphiwo sokubona izinto uphupha umuntu wakho ekujolela kungaba ukuthi uyatshengiswa ukuthi akalungile futhi engakujolela. Kungenzeka kusuke kukhona umuntu asembonile.

Uma uphupha umuntu wakho umbona ekujolela kungasho ukuthi methembe uziphethe kahle.

4 thoughts on “Amaphupho ngokujolelwa”

  1. Sanibona.

    Ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha uphiwa imoto noma uyithenga uhamba ngayo ngalesikhathi uqeda kunikwa kusho ukuthini?.

    Reply

Leave a Reply