Amaphupho ngemoto

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Kusho ukuthini uphupha imoto? Uma uphupha ukuthi usemotweni futhi kukhona ogijimayo ngemoto kusho ukuthi uzoba nenhlanhla nempumelelo. Kepha ukuphupha ushayela imoto kusho ukuthi uzolahlekelwa yimali maduzane.

188 thoughts on “Amaphupho ngemoto”

  1. Sanbon ekhaya…ngcel ukubuza kuchazani ukuphupha imoto emnyama ilenga ngamaketangu phezulu

    Reply
  2. Sanbon ekhaya…mn ngphuphe imoto emnyama ilenga ngamaketangu phezulu ngbe kuchazani lokho

    Reply
  3. Ngiphuphe ngihamba nabantwana bami,ngibashiye,ngifuna ukuyothenga imoto,ngibona imoto enkulu enamasithi amaningi kodwa ijekiwe,ngibize umkhulu ozoyikhipha labo jeke bese siguduza naye emaphaseji singene emanzini siphumele esitolo sama spice sidlule sikhuphuke izitebhisi siphumele emaqeleni sesibuyela emuva emotweni ngivesane ngiphaphame.ngabe lisho ukuthini

    Reply
  4. Sawubona ey ngiphuphe ngise motweni nezingane zami kushayela ubaba wami . Sangena ingozini eshesha ubaba sashaya e robot kodw ngaphuma nezingane basisa e clinic ngakhip ingane glass emlomen amancane zaqhubek zaryt kodw uvalo kukhona wathat imoto obaba wa hamba cabanga thina siya e sbhdelela

    Reply
  5. Layikhaya angikaze ngiyithole incazelo ethokozisayo ngephupho. Zonke nje eziyesabisa futhi ziyathusa. Ay ngeke ndlemnyama.

    Reply
  6. Sawbona, ngicela ukubuza kungasho ukuthini ukuphupha umuntu ekubuza ukuthi iphi imoto yakho kodwa ube wazi ukuthi awnayo imoto?

    Reply
    • Kuyenzeka nento kepha ingafiki kuwe okungaba ukuthi kukhona abahlakaniphile kunawe ababona kuqala bese beletha ngakubo imvama kwenzeka uma umsamo unobumnyama kodwa kokunye izinto esizenzayo mhlampe sikhiphe izisu noma siphuphume bese ubumnyama bubambe izinto zakho…kodwa sukuma uzinuke amakhwapha kuthi ziyaphi izinto zakho…ungabuza ngesibani futhi ucele abasesandleni zokhohlo bakubukele lenkinga ucele nesisombululo sayo….Ithongo liyakupha kepha akufiki kuwe…manje ke umbuzo uthi uma isitsha sitshekile kungahlala yini ukudla kuso?

      Reply
  7. Sanibona, ngicela ukubuza ngeliphupho. Ngiphupha umuntu ongumdeni ohlala engigadla ngemithi eshaya imoto yami (ephusheni imoto ibiyi BMW emhlophe kodwa mina angishayeli imoto enjalo) ngamatshe, nami ngimphonse ngawo ngishaye eyakhe. esukwini elilandelayo, ngiphuphe ingane zakhe zifika ekhaya (la angixosha khona) singitshela ukuthi akalunganga futhi bayambona ukuthi izinto zakhe zinokungcola nje.

    Reply
  8. Molweni ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ubona imoto encane ingena ngaphansi kwe truck.

    Reply
  9. Sawbona.. Ng’cela ukubuza ukuphupha ugibele imoto idlula LA othi ucela ukwehla khona kusho ukuthini

    Reply
  10. sanibonani ingaba kusho ukuthini ukuphupha imoto yakho ilahlekile, leliphupho sendiliphuphe kaningi

    Reply
  11. Sanibonani, ngisa cela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha nigibele iloli oyedwa meseyawaphansi iloli lihamba?

    Reply
  12. Ninjani sacela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugibele neX baba wengane nihleli ngaphambili noyi2 uphethe ingane Ku driver u baba kodwa engakukhulumisi nithule nje

    Reply
  13. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho ethi shayela imoto kodwa ngithi ngyasaba usufuna ngife athi uzofa langifa khona.ayike ngiyithathe ngiyisuse igijime ejabule ivele isiginqe ingene emanzini acebili siphume nje kalula still usazijabulele futhi asithukile kodwa ngiphume sengigqoke ingubo emhlophe ngikhulelwe angibambe isisu kodwa benginokumangala ukuthi kungani engijabulela kangaka.kukhona nomlungu ohamba ngeskebhe eceleni encumile isibuka sijabule emangazwa now nowukuthi siziphumele emanzini singena lutho ngabe sengiphapha sibambene nje

    Reply
  14. Unjn ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha intombi yami inemoto emhlophe kodw kubengathi mangikhulum nayo ivele ihambe nj

    Reply
  15. Sawubona kutsho utility ma uphupha usemotweni Kodiak ingashayelwa yimi pha ngaphambili kwemoto kulandawo ineglasa kubekwe umntwana was one 4yrs Iguassu isuke yophuke asuke lo ushayelayo athathe lo mntwana ambeke apha ngaphakathi phezukwe steering kuchazani

    Reply
  16. Kuchaza ukuthini ukuphupha ukuphupha usemotweni emhlophe nomuntu wakho nijabulile kodwa imoto ihamba ngo revesi?

    Reply
  17. Kusho ukuthini ukuphupha uhamba nobaba wakho noMah wakho nezingane zakho nobhuti nomunye engingamazi ngikhumbula izandla zakhe, engathi sekumele siyongena emotweni sihambe eshayelwa ubaba siye kuyona emhlophe ngifike ngigibelise izingane uMah nobaba bakuyona ngibese ngithi ngiyabuya ngisayolanda laba abanye ubhuti nalomunye usisi engingamazi bese ngibona engathi bahamba kancane ngaze basishiye laba abasemotweni ngigcine sengishesha ukuze ngizokwazi ukuba cela balinde kancane ngiyibheke imoto angisayitholi manje kwiParking ngiphaphame ngisabheka ….yazi nje ukube angibalandanga 🤣

    Reply
  18. ngicela ukubuza, kusho ukuthini ukuphupha abantu abakini abangasekho bekupha isipho semonto emhlophe enenqola kanye nokokugqoka, imoto ngiyithokozelile kodwa okokugqoka angikwamukelanga

    Reply
  19. Kusho ukuthini ukuphupha ubona imoto ihamba kugibele i-x yakho yiyo eshayelayo.asisakhulumisani saxabana kakhulu nayo.

    Reply
  20. Kusho Ukuthin ukuphupha uzizwa umunt osebenza naye ekugibelisa emotweni enkulu emhlophe evulekile esikhenkeni

    Reply
  21. Kusho ukuthini ukuphupha ngigibela i bus enabantu engibaziyo uma ifika estobhini bathi ngimele enye futhi uma ngibuya esontweni

    Reply
  22. Kusho ukuthin ukuphupha ushayela moto emhlophe encane ugijima bt ungaziphazamis ohlangana nazo

    Reply
  23. Ngisacela ukubuza ngabe kuchazan ukuphuha ugibele itekisi uma sewehla ukhohlwe umakhalekhukhwini

    Reply
  24. Asbingelele

    Ngcel ukbuz ukuth kusho ukthini ukphupha ubalekela ngemoto ubalekela abant abafuna ukunidubuka. Imoto kodwa ishayelwa intombi kuntambaka nje. Saze safika emzin wimama owumrhandaz ofake ingubo ezimhlophe

    Reply
  25. Kusho ukuthi ukuphupha ushintsha ithayi lemoto khona lapho kukhona noBaba wakho ongasekho emhlabeni

    Reply
  26. Ingabe kusho ukuthini ukuphupha uhamba ngemoto yesqumama, enhle ishayelwa umngani kababa wakho onemali…kukhona nobaba wakho phakathi?

    Reply

Leave a Reply