Amakhanda Amalobolo Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Izaga Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izinganekwane Izingubo Izinhlanzi Izinja Izinkomo Izinyoka Izinyoni Ukudla Ukufa Ukugula Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuzwa Umshado

Sesha

Amaphupho ngamaketango nezintambo

Uma uphupha ukuthi usebensiza amaketango noma izintambo, izinto ezikuhluphayo zizokushiya. Uzoba nempumelelo kodwa mhlawumbe kuzodingeka ukuthi usebenze khona izinto ezinhle zizokwenzeka. Uma kukhona amafindo kwiketango noma intambo, inhlanhla enhle uma ungakhipha ifindo kodwa uma ungakwazi yinhlanhla embi. Uma ungumuntu olibophayo ifindo, kusho ukuthi ubudlelwane bakho kuzoba namandla.

4 thoughts on “Amaphupho ngamaketango nezintambo”

  1. Kusho ukuthini ukuphupha izintambo lezi zasemzibheni ezifakwa abathandaz ezinemibala eminingi?

    Reply

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.