Imfuyo esizweni sikaPhunga noMageba
Indoda engafuyile kwaZulu yayingahloniphekile neze ngoba amandla endoda ayebonakala ngemfuyo yayo. Lokhu akusho ukuthi labo abangenayo hlobo imfuyo bona babengenazwi emphakathini, babenalo izwi kodwa isisindo salo sisincane kunesalabo abafuye kakhulu. Ngokujwayelekile phakathi kwemfuyo etholakala ngobuningi ezweni likaPhunga noMageba kubalwa izinkomo, izimbuzi, izinkukhu kanye nazo ke izincanga, bese kuthi kwezinye izindawo kufuywe izingulube noma-ke zona zingajweyelekile … Read more