Izinhlobo zezinkomo

Njengazo zonke izilwane, izithelo kanye nezitshalo ezinemibala ehlukahlukene kanye namagama ahlukahlukene izinkomo nazo zinjalo. Izilwane zasekhaya kanye nezasendle zinemibala eyahlukahlukene kanye namagama ahlukahlukene okwenza kube lula ukuzehlukanisa ngoba  ezinye zime ngokufana futhi zinemizimba efanayo. Kulengosi siloba ngezinhlobo zezinkomo ngokwehlukahlukana kwazo ngokwesintu. Ibhelu – inkomo ebizwa ngokuthi uSuthu, kanti igama layo elingumfakela  “i-Afrikander”. Ubhonya – Lona … Read more