Ukuphupha ufuye izinkomo kunezincazelo ezahlukahlukene:
- Kubantu abacebile empilweni kusho ukwenzeka kwento ezoba yihlazo noma ukulahlekelwa okukhulu.
- Kubantu abampofu lisho ukuzuza okuthile.
Ubunjalo kanye nesimo sezinkomo ophupha uzifuyile nakho kunezincazelo zakho:
- Uma uphuphe ufuye izinkomo ezikhuluphele, lokho kusho inala.
- Kanti uma uphuphe ufuye izinkomo ezondile, lokho kusho ukuza kwendlala.
Mhleli ngicel ukubuza incazelo uma ngiphupha ngifuna umsebenzi ekubeni ngibe ngsebenza.