Sesha

Amaphupho ngenja

Uma uphupha ubona inja kuwuphawu oluhle uma iziphethe kahle futhi ikulalela ikakhulukazi uma kuwumdlwane. Uma inja ingaziphethe kahle ilwa noma iphula izinto kusho ukuthi uzoba nenkinga empilweni yakho kungekudala ikakhulukazi ivela kubantu abangathembekile. Uma inja ikuluma kukhona okuzingelayo okungenzeka ukuthi ukukukhunkula ngisho nangomoya omubi. Uma ikhonkotha noma iklewula kusho izikhathi zezinkinga emndenini wakho. Uma uphupha … Read more

Mayelana Namaphupho osikweni lwase-Afrika nolwesiZulu

Ukuchaza amaphupho kuyingxenye esemqoka osikweni lwe-Afrika. Umbuso wemimoya uyingxenye yansukuzonke empilweni yemiphakathi eminingi yama-Afrika, futhi amaphupho awumongo kulombuso. Izincazelo nemifanekiso okwakha izwe lamaphupho kuguquguquka ngokwehlukana kwimifanekiso yaseNtshonalanga, futhi kwenza uhlelo lwezincazelo olunothile noluvusa imizwa. Osikweni lwe-Afrika, amaphupho axhumanisa abaphilayo nokhokho (namadlozi), kanjalo nabo okhokho (amadlozi) baxhumana kanjalo nabaphilayo. Kwesinye isikhathi amaphupho anikeza impendulo ezintweni umuntu … Read more

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.