Kunabantu abanesiphiwo ngendlela eyisimanga abanye abayi ngisho ukuyohlola komunye umuntu ngoba konke okwenzekayo kubona bayakuphupha. Kwesinye isikhathi athi uyohlola ngoba efuna ukuba nesiqiniseko avele umuntu ohlolayo amtsheleukuthi useyayazi nje into ayizele kuyena. Kuvamise ukuthi umbango kube yinto embi futhi egcina ingakhipha ngisho isidumbu. Kuqala umbango kwakujwayeleke ukuthi kube yilapho abantu begane umuntu oyedwa babange bagcine bengasazwani. Kanti manje sekuyabangwa ngisho namabhizinisi, izikhundla njalonjalo. Kulabo abanenhlanhla yokuziphuphela, lamaphupho uma bekwazi ukuwalandela bagcina sebekwazi ukuwahlaziya. Kuhle kakhulu ukuthi umuntu alinake iphupha lakhe ikakhulukazi uma ekholelwa kakhulu emadlozini ngoba asuke emtshela okuthize.
Ukuphupha izinkomo
Uma kwenzeka umuntu evamise ukuphupha izinkomo zimjaha zifuna ukumhlaba ngezimpondo kuze kushunqe uthuli impela. Lapho usuke uphupha ngombango nakanjani kusuke kukhona umuntu osuke ekubangisa. Mhlawumbe kokuthize osuke ukwenza futhi ayibonayo ukuthi uyaphumelela kuyona. Amadlozi akho asuke ekutshengisa noma ekuxwayisa ukuthi kukhona umbango okhona. Kwabaganile bangaze bacabange ukuthi abantu babo abathembekile kanti kuyenzeka ukuthi kusuke kungumuntu ofisayo ukuthandana nomuntu wakho kodwa akamtholi, mhlawumbe asebenzise umuthi wokuthi akuchithe emzini wakho noma ibhizinisi lakho lingahambi kahle noma emsebenzini.
Ukuphupha izinja
Njengabantu sinezinkolelo ezingafani ngezincazelo zamaphupho njengokuthi abanye ukuphupha inja bakuncikisa kakhulu namaphoyisa njengokuthi azofika emzini wakho. Kodwa ake sibheke uma lowomuntu ophuphayo engenayo into engamlethela amaphoyisa kodwa aqhubeka aphuphe izinja zimkhonkotha, zimjaha zifuna ukumluma. Usuke exwayiswa ukuthi kukhona izitha eziningi anazo futhi ezihlangene ngaye zimsebenzisela isichitho. Okubi ngaleliphupho ukuthi uma izinja lezo zikuluma kusuke sekungena sona lesichitho esibi. Abantu labo abasuke behlangene ngawe basuke bengafuni ukuthi uphumelele.
Abanye abantu bakholelwa ukuthi uma uphupha inja kusuke kuwumuntu wakini ongasekho. Okubalulekile lapha ukuthi uma uphupha isewumdlwane futhi ingakhonkothi, ikhombisa ukumjabulela kuhle lokho, hhayi uma isimjaha, imluma futhi ikhonkotha kusuke kungasezona izidalwa zakini lezo. Ngoba ngisho nezalukazi zithi uma umakoti eganele emzini ekufuywe kuwona izinja ezaziwayo ukuthi ziyaluma kodwa yena zingamenzi lutho uma evakashile lokhu kuchaza ukuthi amadlozi emthandile. Kodwa uma zikuluma bathi umakoti akapheleli kulowomuzi ngisho ngabe uzama kanjani ukuhlala umendo wakhe awubi muhle.
Izinja zona ziyingxenye yempilo yabantu njengoba bezifuyela izinto ezahlukene. Lapha isifundo ukuthi ngeke umuntu wakini ongasekho afike ephusheni ezokuluma, kungabe wenzeni wena embi? Kumele abantu bakwazi ukuhlukanisa izinto njengokuthi noma ngabe iphupho lichaza izinto eziningi kodwa umuntu abheke ukuthi belinjani lona leliphupho. Kufana nazo inkomo uma kade ubuziphupha usuphupha eyodwa ikukhothamele kusuke kungasho into embi kuyenzeka kube umuntu wakini ongasekho efuna umenzele into ethile. Kwesinye isikhathi uma kade unezitha kusuke kusho ukuthi usunqobile.
Ngiphuphe ngingena ndlini ka muntu wami Ku empty kodwa kuneynkomo eymbili ebrown be black and white Lena ebrown bekweyesifazane ibiphuma ubisi ngabe kchazani lokho?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenkomo
Ngiphuphe imvu etshayiswe yimoyo ingathi ngiyayihlinza ngasusa ufele emlenzeni ngahamba nawo, ingabe kutsho ukuthini loko?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemvubu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemvu
Ngiphuphe ngilunywa yizinja ezimbili ebezibophelwe entambeni eyodwa ngazilwa ngazinqoba lezo ephusheni elilodwa ngaphupha ukhokho ongasekho enginika izimpahla zami ngihamba ngase ngalunywa inja esandleni sengihamba ekhaya..kuchazani?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenja
NGICELA UKUBUZA. KUTSHONI UKUPHUPHA NGILUNYWA NGUMDLWANE NGAPHANSI KONYWO LUKA-RIGHT NGAPHO NGIQHUTSHELWA INKUKHU EMNYAMA
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngegundane
Ngicela ukubuza, ngabe kuchazani ukuphupha ubhejane
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezilwane zasendle
Ukuphupha inja isitya ikawusi yam ecingweni emva koko ibe siyingathi iyafa
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenja
Ukuphupha izimbuzi ezimhlophe zilwa kanzima egcekeni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngembuzi
Sanibonani cela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha uyolobola ekhweni lakho ngezinkomo ezintathu umi nazo ngaphandle kodwa sisemotweni
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenkomo
KUCHAZA UKUTHINI UKUPHUPHA KUHLATSHWA INKOMO NOMA IMBUZI BESE KUQHAMUKA IMIDLWANE IDLE UMHLWEHLWE.
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngembuzi/
Ngiphuphe umthakathi lokhu kuchazani
Ukuphupha ungenwa yinja encane esifubeni wothuke singenile okomoya
Sanibona. Ngiphuphe ngichanyelwa inja emlenzeni
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngomchamo-nendle/
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ushutha intaba enhle unyukelayo usebenzisa Ifoni yakho
Lokhu kungasho izingqinamba ezizoba khona empilweni yakho, ukuthola ulwazi oluthexaxa ngalokhu cofa le-link https://iafrika.org/amaphupho-ngentaba/
Ndiphuphe ndilandelwa yinja emhlophe. Lithetha ntoni Elo phupha?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenjabulo/
Ngiphuphe inja ingikhotha
Ngizocela ukubeka iphupho lami njengoba belenzeka ngiliPhupa.
Bengihamba nentombi Yami shuthi sifuna indlela esheshayo ezosinqamukelisa siphumele lapha esiya khona. Kuthi kusenjalo sibone abantu abathathu umfana oyedwa namantombazane ababili sibadlula endaweni ewumgwaqo omkhulu singabingeleli. Sihambe sithi sesiphambili ngibone injaa enkulu emhlophe ileli eduze kwendlela lapho sodlula khona. Ayi sibone kubi sihlehle bese sibuza laba ekade sibadlule emgwaqeni ukuth azilumi Yini izinja bathi Cha azilumi. siqhubeke sizame ukuya khona sifike seziziningi zikhonkotha ziza kithi nalaba abasifice Lana zibakhonkothe. Kwabe sekfika ukuthi ngizishayele ufiyo ngizidlalise zingishayele umsila ziyeke ukukhonkotha nokusijaha. Uma sesiDlulile lapho ezinjeni ngibone sengihamba nabangani bami Kanye naye loSisi ebengihamba naye bese. Inkinga ukuth sebeqhamukaphi abangani bami bekade bengekho sisukelwa yizinja kodwa manje kubengathi besivele sihamba nabo, kungath sesimile silinde kuqhamuke abanye esibashiye ngemuva ngesikhath siJahwa izinja. Ngivele ngiphaphame layo ngsadidekile.
Lisho ukuthini leliPhupho?
Hi, kuchazani ukuphupha usesibayeni
Ngiphuphe inja emnyama sucu igxuma ihlala ngamazinyo emqaleni wami kwacaca ukuthi kuphelile ngami ngoba ihlale yangasuka ngamazinyo
yebo Sawubona Mthabiseni, ngithi qaphela kukghona isitha esihlela ukugadla kuwe sikulimaze noma kukhona ingozi engase ikuvelele.
Ngethemba uphendulekile, EMAIL: polite22ndlovu@gmail.com
Ukuphupha ucela imdlwane kamakhelwane ibiminingi imihle bangiphe
Ngiphuphe imindlwane eminingi emihle eyakamakhelwane inemibalabala ehlukeni ngaze ngawucela owodwa bangipha
Ngicela ukubuza kushoni ukuphupha uzocelwa noma uzolotsholwa
Nansi incazelo, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokucela-umshado/
Sanibonani ngicela ukubuza Uma uphupha Inja ikukhotha ebusweni kusho ukuthini?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenja/
Kushoni ukuphupha ulahlekelwe yizicathulo
Incazelo esinayo ngamaphupho ngezicathulo, yilolu: https://iafrika.org/amaphupho-ngezicathulo/ Nawu umlando wakini kwaKhumalo: https://iafrika.org/umlando-wakwakhumalo/
Kushoni ukuphupha udinga imbuzi zakini uzibone zingaphelelanga
Nansi incazelo ngamaphupho athinta imbuzi: https://iafrika.org/amaphupho-ngembuzi/
Ngiphupha inja ingiluma bese iyangilandela ayifun ukubuyela Emuva, Kodwa ngithe sengikhuleka yabese iyashona leyonja ngasala ngiphethe impahla yengane isandleni. La ibi khona kwaba nezibungu. Kulelo phupho ekhaya ngathi bekune party and nabantu abanengu. Ngicela incazelo
Ake ubheke nalu olunye ulwazi oluchaza okushiwo ukuphupha inja, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenja/ Ubonile nje ukuthi sinomlando nezithakazelo zakini kwaRadebe, funda lapha: https://iafrika.org/umlando-nezithakazelo-zesizwe-samahlubi/
ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ingane yakho idliwa inkomo ,ize inkomo iqede ingane umakhelwane yami engasahleki kanje.
Bheka nalu olunye ulwazi lapho ephusheni lakho kuvela khona inkomo https://iafrika.org/amaphupho-ngenkomo/ Lapho uphupha ngomakhelwane, nalu ulwazi esinalo, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomakhelwane/
Uma uphupha udutshulwa udutshulwe emlenzeni..kodwa lo ebekdubula ugcine umbulele.
Bheka nalu ulwazi esinalo lapho umuntu ephupha ngokudubula: https://iafrika.org/amaphupho-ngesibhamu/
Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha amankankani afile
Ngicela uku buza ukt kusho ikuthini ukuphupha izinkomo zifile uthi musondela eduze nazo zivesane zivuke usababaza loko utshelwe ukt seZinyamalele
Ake ubheke nalu olunye ulwazi oluthinta ukuphupha ngezinkomo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenkomo/
Uma uphupha ujahwa inkomo
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenkomo/
Kusho ukuthini ukuphupha ungaboni emehlweni?
Nansi incazelo esinayo ngokuphupha ungaboni emehlweni: https://iafrika.org/amaphupho-ngobumpumputhe/
Manje amanye amaphupho uma ningitshela incazelo kumele ngigcine ngokuyihlola..?!
Ngabe kusho ukuthini.. Ukuphupha umuntu obuthandana naye kodwa useganele komunye ekuchazela ngesimo sakhe akuso futhi nawe uma sowuthole omunye makuba nezinkinga ucabange lowa owagana wakushiya futhi ungaphelelwa lithemba ngaye .ube umphupha izikhathi eziningi? Sizani bandla
Kusho Ukthini ukphupha umuzi wasemakhaya unesbaya nezinkomo
Ukuphupha ulunywa yimpisi ngabe kusho ukuthini
Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu ethenjiswa umshado(engagement)?
Sawubona Zama,
Sicela ubheke lapha: https://amaphupho.co.za/amaphupho-ngokuthembisa-umshado/
Ngicela ukubuza kuchazan ukuphupha inkomo izalela emanzini
Nazi izizathu zokuphupha ngamanzi: https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
ngicela ukuchazelwa uma uphupha abantu bexabana bephathelene izikhali ezinjengezibhamu ube usubalamula khona lapho kusho ukuthini
Ngicela ukubuza uma uphupha ulwa ne bhubesi uze ulinqobe ulibulale nezingane zalo ezintathu bese kusala eyodwa nilwe nayo uphaphame usalwa
Kuchaza ukuthini ukuphupha Ubuntu ethenjiswa umshado(engagement)?
Ngicel ukubuza ukuth kuchazan ukuphupha ungena ekhaya kunezinja, bese kuqhamuka ibhubes lizihlanganise nezinja. uth usufulathele ligxume lizohlala kuwe ehlombe bese uyaphaphama.
ngicela ukubuza ukuty kusho ukuthini ukuphupha ….ngisemzini ngigqoke isinto ezimfishane ngingashuqulile …..ngike ngiphuphe nje ngisho ngigqoke ibhulukwe
Kusho ukuthini ukuphupha ulunywa izinyosi uzibone ziza bese uyavala emnyango masungena endlini kunomnyango abangawuvalile mase uthi uyavala sivele singene zikutinyele
Kushoni ukuphapha inhlavu zesibhambu
kusho ukuthini ukuphupha umuntu ekupha izicathulo eseke aziqgoka
Mazizindala kukuhlupheka mazisesezintsha okuhle kuyeza empilweni yakho
Uma uphupha uboshwa ngamaphoyisa ekufasa ngozankosi.Nokuphupha nje ulwa nabantu abanye uyabazi labantu olwa nabo
Ukuphupha ulwisana nekati kungabe kushoni
Ngiphuphe i painty elimnyama kusho ukuthini
NGICELA UKUBUZA UMA UMA UPHUPHA UGUQILE KWEMBIWE UMGODI EDUZE KWAKHO KUBEKWE IMBUZI KUCHAZANI
lokho kuchaza ukuthi kukhona indlozi lakini elifuna ulenzele umsebenzi. Uma ngabe le mbuzi ebekiwe ibi bheke kweso nxele kuchaza ukuthi yindlozi lako ma wakho…uma ngabe ibi bheke kwesokudla yindlozi lako baba lelo…uma uwenza lowo msebenzi uphethi nje kuphela ngoku iy’thakazelo zakulelo ndlozi..kumele ulibize nalo lelo ndlozi ulazise ukuthi uwtholile umyalelo walo kanti futhi maliwu wamukele lo msebenzi. Ebese uhlala hlale ulinde uzowu bona umphumela wa loyo msebenzi
lokho kuchaza ukuthi kukhona indlozi lakini elifuna ulenzele umsebenzi. Uma ngabe le mbuzi ebekiwe ibi bheke kweso nxele kuchaza ukuthi yindlozi lako ma wakho…uma ngabe ibi bheke kwesokudla yindlozi lako baba lelo…uma uwenza lowo msebenzi uphethi nje kuphela ngoku iy’thakazelo zakulelo ndlozi..kumele ulibize nalo lelo ndlozi ulazise ukuthi uwtholile umyalelo walo kanti futhi maliwu wamukele lo msebenzi. Ebese uhlala hlale ulinde uzowu bona umphumela wa loyo msebenzi
Ngiphuphe ngitshelwa abantu ukuthi bangiphuphe ngilunywa inja. 2 ngiphuphe umalume angikhombisa amakhehla asekhaya la ngizalwa khona Kanye nezihlobo zangijabulela
Aubrey…uyabonga ukuthi lawo maphupho ayaxhumana noma ayabhandanya.1. Uma abantu beku phuphela izinto ezijule nga leyo ndlela wena uqobo ungazi phuphi kusuka kune kinga ngedlozi lakho 2. Leyo inkinga isi chaziwe umalume wakho njengoba ekutshela ukuthi kukhona abakini okumele uhlangane nabo uphinde wenzelwe umsebenzi ngoba uyaba dinga ukuze unqobe lezitha eziku zingelayo. Okufanele ukwenze wena yikuya ekhaya la ozalwa khona uyo khothwa yindlozi elihama khehla akini
Ngike ngaphupha ngibuyela ekhaya ngoba ngivakashile mangifika kungcolile futhi kugcwele izimpahla phansi ezinye zindala njengoba umalume wam esethuthile kungathi ushiye endlini kungcole ngalendlela esabekayo nogogo usele yedwa. Cela ningiphe incazelo yaleli phupho ngoba liyangidla
Ngiphuphe ngenza I sex nomzukulu ka anti wakho. Ngi cela ningisize angazi kusho ukuthin lokhu
Umm uphupha utshwala ukuthi isoka lwakho lilobolile lokho kusuke ku chazani
Uma uphupha izimpethu
Uma uphupha ushayela imoto bese uvuka amaqakala ebuhlungu ngempela kusho ukuthini. Moma uphuphe uwa ne moto kodwa usinde kushoni loko
Cela ukubuza uma 1. uphupha amanzi amani kodwa ungani kuwo 2. nalapho uhamba khona emaweni kodwa kungenzeki lutho 3. noma uphupha uhlaselwa 4. okukanye ubanjwa inkuzi kudwa bengaphumeleli lokhu kusho ukuthini.
Ukuphupha usawoti omningi ungamaphakethe uhleli ndawonye
https://iafrika.org/amaphupho-ngosawoti/
Sicela useshe ebhokisini ukuthola ezinye izincazelo.
Uma umuntu ekuphupha imoto yakho ingaphakathi kwamanzi futhi ukhuluma kumabonakude kusho ukuthini
Ukuphupha umbathe izingubo ezintle wamukela imali yeminikelo ye Bandla
Nalu ulwazi esinalo lwamaphupho ngemali: https://iafrika.org/isho-ukuthini-imali-emaphusheni-akho/
uma uphupha uphunyelwa amazinyo kunye neboss yakho yena aboleke amafalse teeth wena usale nelilodwa
Kodwa ngoba ngigcine ngiyshayile lenje ngoba bifika ikhethe Mina eningini
Uma uphupha inja ikukhonkhotha wayi shaya yafa kusho ku thini?
Kusho ukuthi unesitha esazama ukuk’thakatha kodwa sahluleka ngoba imithi yaso ayisebenzi la kuwe
Kushoni ukuphupha uthenga izicathulo or uzibona ezinhle zodwa. Ukuphupha kuneqhwa elimhlophe eliningi engathi likhithikile
Ukuphuma uhlaselwa ngamadida amathathu kuzoba omunye wabo akhiphe sibhamu akudubhule kabili omunye wabo akuswele ubuhlungu athi asimuyekeni sekafile kodwa ebonile ukithi uyaphila…ngafi ephuphweni ubone umamakho ekhala ethi sekwanele manje
Ukuphupha izinkukhu eziningi olamthuthu kusho ukuthini
Ingabe kushukuthini ukuphupha amaselesele
Ukuphupha udakiwe kungabe kusho ukuthini? Ngiyabonga.
ukuphupha uphume wonke amazinyo uwaphethe ngesandla amanye abolile.
Ukuphupha usha nendlu
Uma uphupha uthengela ingane yakho izimpahla zokugqoka
Ngiphuphe ngijaklwa izinkomo no sisi wami lenkomo kade ino laka ibimhlophe kodwa Mina azange ingithole yathola umamncane wam
Kusuke kunjani uma uphupha ingane yakho ena 4years ijabulela ukuyodlala emnyango uthi uyaybiza ikzibe koda ikhomba ukuthi ikziba ngoba ijahe kodlala
Uma uphupha u muntu wesilisa oqashe kwakhe elele embedeni wakho nonkosikazi wakho, uma,uthi uyamsusa enqabe ku chaza ukuthini lokho.
Ngicela ukbuza ngabe kusho ukthin ukphupha ngise saloon ngiqaqa ikhanda,ngaphinde ngaphupha ngse stolo seyngubo ngithenga okokugqoka wath umnganam akungifaneli ngagcina ngikuyekile sengbheka okunye ngaphinde ngaphupha ngekwenye indlu igcwele amabokisi omgcwabo amaning engath aneydumbu Phakath?
Uma uphupha engathi ulukile ekhanda bese uthi ufun ukqaqa ugeze izinwele ngenhloso yokluka kabusha kodwa uthol ukth izinwele zihlanzekile azinakuncola uvel ukame ungab usazigeza uyeke ziyisihluthu zingalukiwe futhi
Ngicela ukth uma uphupha umuntu ozwana naye(boyfriend) engath uyajola and uma ejola umubambe maseniyaxabana uze umshaye wena umehlule mase ethi akasakufuni .kusuke kushoni . Ngyabonga
Kuqhaza ukuthi Lowo muntu akazimiselanga ngawe,usazodlulela phambili.. Manje qhaphela
https://iafrika.org/amaphupho-okunqoba/ Nanka amaphupho okunqoba
Uma uphupha uxabane notata wskho ekubetha eena ube sele uyalila kodwa ekulileni kwakho ilizwi aliphumi nje tu ingaba lithetha ukuthini elo?
https://iafrika.org/amaphupho-okunqoba/