Uma uphupha ukuthi ujabulile kakhulu kusho ukuthi kukhona ongakukhohlisa maduzane ngakho kufanele uqaphele abantu obucabanga ukuthi ungabethemba. Uma ujabulile ngoba ugubha okuthile kusho ukuthi uzophumelela kulokhu okwenzayo. Kungasho nokuthi uzoshada maduzane nje uma ujabule kakhulu.
Ngyabingelela ekhaya ngabe kusho ukuthini ukuphupha uconyiwe intombi ebekade ngiyilangazelela
Sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/tag/uthando/
Molo ngabe kusho ukuthini ukuphupha indoda yomunye umuntu Ithi isizimisele ngawe kuphela uze ubone ngezenzo ukuth ngampela I sibheke wena ayisamfuni lomunye.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngothando
Hy ndicela ukubuza kutsho ukuthini ma uphupha mna ndiphuphe utata efika ndisekhaya wafika engijabulele kakhulu nam futhi ndijabulile waze wandipha imali engamaphepha eninzi endiphathele okumnandi ingathi mna nonkosi kazi wakhe asivani kahle tata ejabulile kodwa ndazi kamhlophe mna ukuthi akandifuni
Cofa lapha ukuthola ulwazi Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Kusho ukuthini ukuphupha uphuma amazinyo?
Hi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha inyama ebomvu ifakwa umuntu enibanga naye efrigen lakho? Kodwa kulelo phupho ngithethile ngathumela okuyingane yakhe ukuthi iyilande inyama angifuni LA yabe isiyakhipha lengane inyama efrigen ngifile ukucasuka ngicela ningazisa ukuthi mgabe lichazani
Uma uphupha uphunyelwe amazinyo angaphambili kungabe kushoni
Uma uphupha uhamba odakeni
Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha nihleli emzini thizeni kuphekwe inyama yenkomo ubhuti wam ubesesemabhodweni eyiphaka seyivuthiwe
Kusho kuthin ukuphupha iyothenga ingubo womshado uhamba nomama wakwa nxt door ngath futh zoshada naye?