Amaphupho ngenjabulo
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Uma uphupha ukuthi ujabulile kakhulu kusho ukuthi kukhona ongakukhohlisa maduzane ngakho kufanele uqaphele abantu obucabanga ukuthi ungabethemba. Uma ujabulile ngoba ugubha okuthile kusho ukuthi uzophumelela kulokhu okwenzayo. Kungasho nokuthi uzoshada maduzane nje uma ujabule kakhulu.