iGwili

Njengabantu abasondelene kakhulu namvelo, izilwane ezithile zasendle zinezincazelo ezithile uma uzibona noma ngithi nje kunezinkolelo ezithile ngazo. Isibonelo nje, kunesilwanyana okuthiwa uChakide, esihlala endle esidume kakhulu ngokudla izinkukhu ekhaya ikakhulukazi uma kuwumuzi ongenazinja. Ziningi-ke izinkoleloze mayelana nale silwanyana, abadala bakholelwa ukuthi ukubona uchakide kwesinye isikhathi kubika inhlanhla kuphinde kubike ishwa, ishobolo lokugcina. Kuthiwa uma uhamba … Read more

Amaphupho ngelulwane

Uma uphupha ubona ilulwane kuyishwa ngakho kufuneka uqaphele okwesikhashana. Ilulwane yisilwane esimbaxambili, sakheke saba nomzimba wenyoni kepha ikhanda lingelegundwane. Emaphusheni ilulwane lisho ukubakhona komuntu oyixoki ngobumbaxambili kuwena nasetheni zakho. Lomuntu uba muhle uma ephambi kobuso bakho kepha uyingozi ngemva kwakho. Angeke kwambuleleke ukuthi umazi lowomuntu ngokwephupho, kodwa okuyaye kubaluleke yindawo osuke ukuyo wena ophuphayo okuyiyona … Read more

Amaphupho ngezinyoni

Uma uphupha ubona izinyoni kungasho izinto eziningi ezahlukene. Uma uzizwa zicula – kusho ukuthi kuzoba nenkinga maduze. Uma uzibona zindizela phezulu – lokho kusho ukuthi ukhohliswa ngabantu obucabanga ukuthi ungabethemba. Uma uzibona endle – kusho ukuthi uzozwa izindaba ezingalindelekile. Uma uphupha izinyoni ezinkulu – kusho impumelelo uma ucebile futhi Uma uphupha izinyoni ezincane – kusho … Read more