Uma uphupha ukuthi ubona inyoni yombani kuzoba nobunzima emndenini wakho maduzane ikakhulukazi uma inyoni ihlala phezu kwendlu yakho. Qaphela ukuduma kwezulu nombani okwesikhashana ngoba kungenzeka ukuthi usenkingeni.
- Amaphupho ngezinyoni.
- Amaphupho ngezinyoni zokuzingelwa.
Ngisacela ukubuza … Ukuphupha inyoni ingena endlin kusho ukuthini…
Sawubona,sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngezinyoni/