Amaphupho ngokugezwa/ngokugeza izinyawo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha ugezwa umuntu izinyawo wuphawu oluhle olungabika umusa, ukuthobeka, usizo noma ukukukhathalela noma uthando olumnene ozoluthola kuloyo omuphupha ekugeza. Ukuphupha umuntu ekugeza izinyawo kungasho intshisekelo yokwakha ubudlelwano nawe, kanti futhi kungasho uxolo, ukubuyisana kanye nokuphulukiswa. Ukuphupha umuntu ekugeza izinyawo kungasho ukuthi loyo muntu unomusa futhi uyabakhathalela abanye abantu. Ukuphupha umuntu ekugeza izinyawo kungasho ukuthi sukuma uzelaphe, … Read more

Ukugezwa komuntu

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphila komuntu akugcini nje ngokuphila kwakhe esaphila ngokwemnyama emhlabeni lapho isahlangane nomphefumulo futhi ebonwa ngabantu aphila nabo. Umuntu ngisho esedlulile emhlabeni inyama isihlukene nomphefumulo usuke esaphila ngokomoya. Nalapho ngisho esedlulile umuntu emhlabeni siyaqhubeka sibe nobudlelwano naye ngoba phela usuke eseyidlozi esibhekile futhi esivikelile thina esisaphila, yingakho ngisho kuthiwa umuntu ube wuhlupho olungakanani esaphila kodwa uma … Read more

Amaphupho ngokugeza

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uyageza kungasho izinto ezinhle noma ezimbi. Uma amanzi emile noma esendlini yokugeza kusho ukuthi uzoba nenhlanhla maduzane noma uzoya endaweni ezokulethela injabulo. Uma uphupha ugeza ngaphandle kwendlu noma emanzini agelezayo kusho ukuthi uzoba nebhadi futhi uzodumala. Ukuphupha ugeza umuntu wesilisa uma ungowesimame lokho kusho ukuthi loyomuntu osuke umphupha usuke enesilwane athweswe sona … Read more