Asho ukuthini amaphupho ngenhlanzeko? Lokhu kuhlanganisa ukugeza, ukungcola nokuhlanzeka, izindawo ezingcolile nodoti.
Izindawo zokubeka impahla ekhaya
Umgibe Umgibe yindawo eyakhiwe endlini esetshenziselwa ukugaxa noma ukubeka izingubo…
Indawo Lapho Kufanele Izingxoxo Zamalobolo Zibanjelwe Khona
Udaba lokulobola lude futhi miningi imigomo nemithetho elandelwayo uma kuqala…
Amaphupho Okuphonswa
Amaphupho nezincazelo zawo esizibheka lapha ngaweziphonso zokufa kanye nezokufuna intombi….
Amaphupho Okunqoba
Kubalulekile ukuthi uma uphupha iphupho izikhathi eziningi ukwazi ukulandele ukuthi…
Amaphupho okuphonswa noma okusongelwa
Ukuphonswa yinto eyenziwa ngumuntu ophilayo emhlabeni. Umuntu uma engakuthandi uyakwazi…
Amaphupho Okufa
Uma kuzohamba umuntu emhlabeni kubakhona izimpawu ezishoyo ukuthi kukhona okuzokwenzeka….
Amaphupho ebhadi
Amaphupho ebhadi isikhathi esiningi awadingi ukuthi ahunyushwe noma achazwe ngoba…
Izisho
Ngaphambilini sike sasika elijikayo ngezisho, siveza ukuthi izaga ziwubuciko ekukhulumeni…
Amaphupho Ombango
Kunabantu abanesiphiwo ngendlela eyisimanga abanye abayi ngisho ukuyohlola komunye umuntu…
Izaga zesiZulu Nokusebenza Kwazo
Igama elithi isaga lisho into enemiqondo noma izincazelo eziningi. Isaga…
Mayelana Namaphupho osikweni lwase-Afrika nolwesiZulu
Ukuchaza amaphupho kuyingxenye esemqoka osikweni lwe-Afrika. Umbuso wemimoya uyingxenye yansukuzonke…
Amaphupho ngokuthukuthela
Uma uphupha ukuthi uthukuthele, ngemvamisa kusho ukuthi kunebhadi ekusaseni lakho….
Amaphupho ngemali
- Uma uphupha ukuthi unemali, lokho kuwuphawu olubi futhi kuphathisa kabi uma uyisebenzisa noma uyilahla, kodwa kuyinhlanhla futhi kusho ukuthuthuka uma uyinikezwa noma uyithola.
- Ukuphupha uphiwa imali, futhi kuvela ephusheni lakho lapho uyamukela, lokho kusho inhlanhla ezayo.
- Uma uphupha uphiwa imali bese kuba khona omunye umuntu oyithathayo kuwe, lokho kusho ukuthi kunabantu abazama ukukuthakatha kumbe abafuna ukukuthathela isiphiwo sakho noma ukuntshontsha inhlanhla yakho.
- Uma uphupha ukuthi ulanda imali oyikweletisile kumuntu, kusho ukuthi kuzoba nokudlulela phambili entweni ozama ukuyenza.
Isho ukuthini imali emaphusheni akho?
Ukuphupha imali – ukuphupha inkece kuya ngokuthi enjani, uma kuyinkece engamaphepha (ukuphupha imali eyamaphepha) lokho kusho ishobolo, kodwa ke uma kuyimali emhlophe kusho inhlanhla.
Ukuphupha ngemali ewukheshi kusho amandla okufeza izinjongo ngenkululeko ephelele. Ungakhetha ukwenza okuthandayo. Inani lemali onayo ephusheni lisebenzisa izifundo zezinombolo ukuchaza okukhethayo noma ukuzizwa sengathi unamandla.
Ukuthenga ngemali ewukheshi kumela ukusebenzisa amandla noma amasu ukufeza izinjongo noma ukwenza izinto zenzeke ngendlela oyithandayo.
Ukuphupha ngokunikezwa imali ewukheshi kumela amathuba noma izimo ezikuvumela ukuthi ukwazi ukuzikhethela noma ube amandla obungenawo ngaphambilini.
- Kusho ukuthini ukuphupha amakhadi okukweleta?
- Amaphupho ngokuthenga.
Amaphupho ngokuhola imali
Uma uphupha ukuthi uhola imali eningi kusho inkathazo ikakhulukazi uma ungusomabhizinisi. Kungenzeka kube khona okulahlekelwayo maduzane.
Ukuphupha ngemali ewuhlweza kusho ukuthini
Ukuphupha ngokuthola imali ewuhlweza kumela imizwa emihle ngezinto ezizuzwayo empilweni uma uphapheme. Ukuzizwa ujabulile ngokuba unokungaphezu kwalokhu obunakho kuqala. Ukuqondidisa izinkinga, ukuba namandla engeziwe, noma inkulululeko ezuziwe. Kungamela nemizwa yokuba nenhlanhla. Ukuthola into ngenhlanhla noma ukuqondana ngendlela engajwayelekile empilweni lapho ophapheme khona. Amathuba agejiwe noma alahlekile asephinde abuya. Ukwazi ngokubaluleka kwento esempilweni yakho.
Ukuphupha ngemali ewuhlweza enqwabelene kumela imizwa ngawe uba nokuningi kunalokhu obunakho kuqala. Kungaba futhi ukuthi ugcina amasu noma ulindile ukuthola usizo noma ithuba. Ukwazi ngokubalulekile okubekiwe okusengxenyeni ethize yempilo yakho.
Ukuphupha ngokuqhwabaza imali ewuhlweza ngendlela enganendaba kumela ukuzwa kokungabaluleki kwento ozibone uzuza ngayo. Inhlanhla noma okubalulekile onganendaba nakho. Ukuziphatha ngendlela enganendaba ngento eyinhlanhla eyenzekile kuwe. Ukuzizwa unenhlanhla engaphezu kwabanye abantu noma ukuzizwa umuhle ngaphezu kwabanye abantu.
Ukuphupha ngokudlala umdlalo wokukhetha inhloko noma umsila wemali ewuhlweza kumela ukuzizwa noma ukuziphatha ngendlela engenandaba ngesinqumo. Ukudedela impilo noma isimiselo sikukhethele into.
Ukuphupha ngemali ewuhlweza eyisiliva kumela inhlanhla noma ukuqondana kwezinto. Ungazizwa unenhlanhla ukuba nokungaphezu kwalokhu obunakho ngaphambilini. Ithuba noma okungalindelekile okukulethele ukuqondisisa, amandla noma inkululeko.
Amaphupho ngokugibela
Uma uphupha ukuthi kunento oyigibelayo, kusho ukuthi uzophumelela kangakanani empilweni….
Amaphupho ngokubhukuda
Uma uphupha ukuthi uyabhukuda kuwuphawu oluhle uma ikhanda lakho lingaphezulu…
Amaphupho ngokubhala
Ukubhala Uma uphupha ukuthi uyabhala, kusho izinto ezinhle uma iphepha…
Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka
Uma uphupha ukuthi ungcolile, kuwuphawu lwesikhathi esinzima ekusaseni lakho. Kusho…
Amaphupho ngokuqabula
Uma uphupha ukuthi uqabula uphathina wakho, kuyibhadi ngoba ubudlelwane benu…
Amaphupho ngonkosikazi noma umyeni
Uma uphupha ubona umyeni noma unkosikazi wakho, kusho ukuthi uzophumelela…
Amaphupho ngobucwebe obugqokwayo
Kusho uthtini ukuphupha ubucwebe? Uma uphupha ukuthi ugqoke ubucwebe, ukuthi…
Amaphupho ngenqola
Uma uphupha ukuthi ugibele inqola (ikalishi, ingqukumbane) kusho ukuthi kunebhadi…
Amaphupho ngesonto
Uma uphupha ukuthi usesontweni ngemvamisa kuwuphawu oluhle kuwe futhi uzothuthuka….
Amaphupho ngezingane ezincane
Uma ubona ingane encane ephusheni lakho ilele ngamadolo kungasho ukuthi…
Amaphupho ngamakhaya
Kusho okuhle ukuphupha ikhaya owazalelwa kulona futhi waphinda wakhulela kulona,…
Amaphupho ngezinto zokwakha
Uma uphupha ukuthi ubone izinto zokwakha njengosimende nezitini kuyibhadi. Kuzoba…
Amaphupho ngamaketango nezintambo
Uma uphupha ukuthi usebensiza amaketango noma izintambo, izinto ezikuhluphayo zizokushiya….
Amaphupho ngombhede
Uma uphupha ukuthi usembhedeni ukuthi lokho kusho ukuthini kuya ngokuthi…
Amaphupho ngokuzala
Uma ukhulelwe noma ushadile bese uphupha ukuthi uyazala, lokho kusho…