Ukuphupha ulotsholwa
Ukuphupha ulotsholwa umuntu ongamazi, ucelwa noma kufika abakhongi leliphupho kalisho ukuthi uzoshada noma angeke ushade kodwa lingasho ukuthi kunoshintsho olukhulu empilweni yakho oluzokwenzeka. Leli phupho kwabanye lingafike libe umbondo noma ngumembeso. Ukuphupha ulotsholwa abakhongi befika beqhuba izinkomo ezibomvu khona kungasho ukuthi ungenwa abethongo lakomalume, lelo idlozi lasekhakomama lakho eliza kuwe nomsebenzi wamathongo. Ukuphupha ngezinkomo ezimnyama … Read more