Inhlawulo
Ngokwesintu uma wone intombi, wathatha ubuntombi bayo uyahlawula ngenkomo ebizwa ngenkomo kamama, kanti ke noma uyikhulelisile leyontambazane uyahlawula, uhlawulela ukugeza umuzi wakubo njengoba usuke wephule umthetho womuzi okusho ukuthi kumele uwugeze. Ukuhlawulwa kwengoduso Okuba yindida ke kwabaningi ile yokuthi umuntu eseyilobolile ingoduso yakhe kodwa bengakashadi bese iyazithwala, lena iyindida ngoba abanye abanumnzane bayaye bafune inhlawulo … Read more