Uma uphupha ukuthi wena noma abangani bakho nithembisa umshado akukuhle futhi akukubi. Kusho nje ukuthi awuzukuba nenhlanhla enhle noma ibhadi maduzane.
Uma uphupha ukuthi wena noma abangani bakho nithembisa umshado akukuhle futhi akukubi. Kusho nje ukuthi awuzukuba nenhlanhla enhle noma ibhadi maduzane.
Kuchazani ukphupha I sangoma sitshela umuntu wakho bethi akahambe ayokgeza ngoba uzoshada wena
Ngiphuphe umuntu engithandana naye engethula ebandleni lakhe ethi imina inkosikazi wakhe.
Kuchazani ukuphupha umngani wakho emula kukuhle futhi nemali iningi
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngomcimbi womshado
Uma muntu wakho ethi uphuphe umu propose nge ring emnyama ejabulile kukhona nabangani bakhe kodwa akababoni ukuthi obani
Kuchazani ukuphupha umuntu wakho ethi uzoshada omunye umuntu
Cofa lapha ukuthola ulwazi oluthe xaxa https://iafrika.org/amaphupho-ngomshado/
Kuchazani ukuphupha umjaho wamahhashi
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngamahhashi/
Amen kuchazani ukuphupha kuzofika abakhongi kodwa bagcine bengafikanga
Uma uphupha ukuthi uyashada, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomcimbi-womshado/