Ukukhonga (isigaba emshadweni wesintu)
Awukho umgcagco wesintu oba khona uma kungalandelwanga imigudu yakhona efana nokuqoma kumbe ukuqonywa, ukucela isihlobo esihle kanye nokulotsholwa; lapha sibala nje izinto ezimbala. Zonke izigaba eziba khona ngaphambi ngokuba kube wusuku lomgcagco zenziwa ngendlela yakhona yosiko lwethu thina Zulu. Kulengosi ke sikhuluma ngendaba enkulu eyenzeka lapho kulotsholwa, sikhuluma ngokukhonga. Asiyibeke kanje lendaba, uma insizwa isimbonile … Read more