Amaphupho ngokugezwa/ngokugeza izinyawo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha ugezwa umuntu izinyawo wuphawu oluhle olungabika umusa, ukuthobeka, usizo noma ukukukhathalela noma uthando olumnene ozoluthola kuloyo omuphupha ekugeza. Ukuphupha umuntu ekugeza izinyawo kungasho intshisekelo yokwakha ubudlelwano nawe, kanti futhi kungasho uxolo, ukubuyisana kanye nokuphulukiswa. Ukuphupha umuntu ekugeza izinyawo kungasho ukuthi loyo muntu unomusa futhi uyabakhathalela abanye abantu. Ukuphupha umuntu ekugeza izinyawo kungasho ukuthi sukuma uzelaphe, … Read more

Amaphupho ngezinyawo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uneziqalagane ezinyaweni zakho kusho ukuthi uzoba yisigwili maduzane. Kepha uma izinyawo zakho zinqunyiwe ephusheni lakho uzolahlekelwa yinto ebalulekile kuwe maduzane. Okubi kakhulu kunalokho uma unonyawo olungelona olwangempela (prosthetic) isimo sakho sisazoba sibi impela ekusaseni lakho. Amaphupho ngokuhamba ngezinyawo.