Uma uphupha ukuthi uhamba ngezinyawo kujwayele ukuba uphawu olubi. Kusho ukuthi uzobhekana nezikhathi ezinzima empilweni yakho nosizi ebudlelwaneni bakho nabanye ikakhulukazi uma ungcolile ephusheni lakho.
Uma uphupha ukuthi uhamba ngezinyawo kujwayele ukuba uphawu olubi. Kusho ukuthi uzobhekana nezikhathi ezinzima empilweni yakho nosizi ebudlelwaneni bakho nabanye ikakhulukazi uma ungcolile ephusheni lakho.
Kuchaza ini ukuphupha ubaba wengane kithi ehamba ngezinyawo
Sawubona Gugu, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu/
Kusho ukuthini uphuphe unyawo lakho lubolile phezu kwalokho uvuke libuhlungu
Kuchazani kuphupha bakunika umbilical lowosiwe kodwa angakahlumi kahle usesemncane ngokwetinhlavu
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngommbila/?highlight=umbila
Ukuphupha umuntu ongenazinyawo ehamba ngesitulo samasondo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokukhubazeka
Ngocela ukubuza kudho ukuthini ukuphupha unga kwazi ukuhamba
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokukhubazeka
Kuchaza ukuthini ukuxetshukelwa or uku datshukelwa izinyawo
Sawubona, sicela ubheke lapha:https://iafrika.org/amaphupho-ngezinyawo/
Kutshoni ukuphupha uhamba egangeni lapho kulamanzi
Cofa lapha ukuthola impendulo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Kusho ukuthini ukuphupha ukulayini kodwa uncina ungafikanga
ukuphupha umuntu ehamba ehubuluza ngesisu kuchazani.
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuhamba
Cela ukubuza kusho ukuthini ukukhohlwa ukufaka icathulo ephupheni uhambe ngezinyawo?
Ngicela ukubuza kusho ukithini ukuphupha ubuya eskolen Koda uhamba ngezinyawo futhi kuyanetha
Nanku udaba esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngemvula/
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhamba ngezinyawo kodwa besibaningi sibambe ulayini ngathi ngithi ey kuqeda kufakwa itiyela awthi ngizwe ukuthi alishisi yin ay ngithole ukuthi alishisi kuthe kusenjalo kuqhamuke umuntu ongikweledayo anginike imali yamaphepha eningi
Nansi incazelo esinayo yokuphupha ngemali emaphusheni akho: https://iafrika.org/isho-ukuthini-imali-emaphusheni-akho/