Uma uphupha ukuthi ukhubazekile noma awukwazi ukuzihambela kusho ukuthi uzoba nempumelelo ekusaseni lakho. Ukuze wenze kwenzeke kodwa kuzofanele ufunde ukubanakekela kakhulu kunamanje abanye abantu – ikakhulukazi uma bedinga usizo.
- Amaphupho ngokukhubazeka ngokungaboni emehlweni.
Ukuphupha ubelethe ingane uya emfuleni uyothandaza. Singene emanzini bese kuba ngathi amanzi aya ngokujula phansi, ngishawe uvalo ngifuna ukuphuma ngiphaphame ngisazabalaza ukuphuma
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/?highlight=amaphupho%20ngezingane%20
https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/?highlight=amanzi
Kusho ukuthini ukuphupha izingane zabafana ezingamawele ezikhubazekile,uma zikubona zikujabulele
Kuchaza ukuthin ukuphupha ukhulelwe bese uyateta ingane yentombazane enomthungo ngemuva nekhanda elitshekile esidini kodwa iyihle, ngithi mangiyibeletha iwanjalo noma ngiyibelethe kahle
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokukhulelwa
Ukuhlupha ukhala
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuzwa ukukhala