isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

25 thoughts on “Amaphupho ngommbila / ngombila”

  1. Thokoza
    Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha udla ama- vegetables đŸ¥• angaphekiwe njengoba-carrot kanje

    Reply
  2. Ngicela ukubuza ukth kuchazani ukuphupha ubhuti wesoka lakho ekupha umbila kukhona owosiwe noluhlaza

    Reply
  3. Ngicela ukubuza ukuthy kuchazani ukuphupha umama wakho ongasekho engathy uphuma e twn ekuphathele umbila ophekiwe

    Reply
  4. Ngocela kubuza ngiphupha mama ongizalayo sewashona uhlezi phakati nensimu elinyiwe umbila usemfishane nje enza msebenzi wezandla

    Reply
  5. Cela kubuza ukuthi Uma uphupha niwumndeni lisemotweni kodwa lisensimini lakutshalwe khona umbila kukhifiza kodwa phambi kwayoyonke imbila kunemense ehlabe emhlabathini besekubane ngane ena15 years ithathe omunye umense initshele ukuthi yiwolo mense okumele uqume umbila

    Reply
  6. Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha imbuzi eBrown, kumele ngifase. Emvakwalokho ibe isingishaya phansi…cela ukubuza nokuphupha ngommbila otshaliwe, kodwa kungathui usuyasha.

    Reply

Leave a Reply