Uma uphupha ukuthi uneziqalagane ezinyaweni zakho kusho ukuthi uzoba yisigwili maduzane. Kepha uma izinyawo zakho zinqunyiwe ephusheni lakho uzolahlekelwa yinto ebalulekile kuwe maduzane. Okubi kakhulu kunalokho uma unonyawo olungelona olwangempela (prosthetic) isimo sakho sisazoba sibi impela ekusaseni lakho.
- Amaphupho ngokuhamba ngezinyawo.
Ukuphupha ugenciwe ezinyaweni uzibona ufile kodwa uphila.
Sawubona, nalu ulwazi esinalo ngalokhu:
https://iafrika.org/amaphupho-ngengozi-nokulimala/
Uma uphupha umuntu izinyawo zakhe zibuhlungu zivuvukile kusho ukuthini? And enamahloni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugula
Ngicela ukwazi ukuthi uma uphupha amabhubezi kusho ukuthini