Asho ukuthini amaphupho ngokugula? Lokhu kuhlanganisa izingozi nokulimala, ukulunywa, ukukhubazeka ngokungaboni emehlweni, amadlebe avalekile, igazi nokopha, amathumba, ukuphefumula, amathambo aphukile, umkhuhlane, ukukhwehlela, ukukhubazeka, ukushawa yinzululwane, isifo, ubuhlungu endlebeni, izimilela, ukuphathwa yikhanda, uchoko, ukuhlanya, isimungumungwana, umuthi, ubuhlungu, ingxibongo, ubuhlungu emphinjeni kanye namanxeba.
[wp_show_posts id=”12551″]
Kusho ukuthuni uphuphe uvukwe isifuba somoya uma usuvuka uvuke ugula ngempela
Kusho kuthini kuphupha umtimba wakho ubuhlungu,ungakhoni nokugucuka ngoba mathambo abublungu
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngobuhlungu/
Sicela ubheke lapha:https://iafrika.org/amaphupho-ngobuhlungu/
Ukuphupha ugogo owaahonayo ne ndodana engumalume ngijabule ngithi bayaphila ngibapha izithelo siqoqa kamnandi ngihlanganisa umbdeni ngithi masikhuleke sibonge umdali ngokuba buyisa
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Kusho ukuthini ukuphupha udabukile onyaweni lesinxele unomkenke uma uthi uyawuvula kuvele kusuke yonke inyama yangaphansi onyaweni
Nayi indaba esinayo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuhamba-ngezinyawo/
Kusho ukuthini ukuphupha ukha amaphensisi amahle kodwa phakathi aphuma amatsheketshe adizayo
Lapho uphupha udla amampentshisi, nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngepentshisi/