Uma uphupha ubona ikhehla noma isalukwazi kusho ukuthi kukhona ozokusiza uphume ezinkingeni zakho maduzane. Uma udinga imali ukhona ozokuboleka imali.
Uma uphupha ubona ikhehla noma isalukwazi kusho ukuthi kukhona ozokusiza uphume ezinkingeni zakho maduzane. Uma udinga imali ukhona ozokuboleka imali.
Thokoza kusho kuthini Kuphupha umuntu othandanaye nithenga indlu kepha ibhobokile uphahla lwasekhishini emvakwAlokho kuqhamuke isalukazi sakwashembe sathi guqani saphinde sasinika kudla sathi Dlanini bantabami anonymous
Cofa lapha ukuthola incazelo yephupho lakho Amaphupho ngendlu nekhaya
Thokoza, Umkhwe wami uphuphe ubaba ongizalayo ehambisana namakhehla amabili. Umbingelele, wambuza ukuthi sikuphi. Ube esemtshela ukuthi asithule nje sibukele! Wase eyahamba nawo Amakhehla lawo
Thokoza ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho osewashona ezofuna isicathulo sakhe esondwa…kodwa agcine asithole kube nokujabula endlini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Ukuphupha ugogo ozala ubaba wakho ekhulphele kodwa ekucasukele
Kusho ukuthini ukuphupha othandana naye esikaza ukukushayisa ngemoto
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngemoto
Kusho ukuthini ukuphupha uwela izikhukhula ezinkulu uphethe izingane ezimbili
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezikhukhula
Ngibingelele ngcela ukbuza kuchazani ukphupha iqulu labantu abahlomile beholwa isalukazi nekhehla abampunga ekhanda engingabazi kodwa kungathi abakithi bethukuthele bangene kumuzi engwaziyo baqothe babulale wonke umuntu kulelo khaya?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuthukuthela
Thokoza ingabe kusho ukuthini uma uphupha ikhehla lomlungu elihamba nezingane ezimbili umfana nentombazane bebahleli kwami ngaphandle kwegate?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezingane ezincane
Thokoza gogo kusho ukuthini ukuphupha ulandelwa isalukazi kumbe izalukazi uze ubaleke still zikulandele. Lezalukazi ngazuthi azikho kahle esimweni somqondo sezikhulile futhi. Sekokwesbili ngiphupha into efanayo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugula
Thokoza 👏 ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho ongasekho icansi kodwa ngsheshe ngaphaphama ngingakalamukeli
Cofa lapha ukuthola ulwazi Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Kuchazani ukuphupha isalukazi somlungu??
Uphupha umfana wakho ezoxolisa egqoke izimpahla ezimnyama; yena uyaphila. Empeleni kwakumele sihambe wathi akafuni Manje sengiyamphupha esezoxolisa esethi masihambe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezingubo
kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho engasekho engagcokile elele esofeni, athathe ithawula olibhincile ambathe ngalo.
Thokoza Kuchana ukuphuswa umnyeni wakho usemanzini ufake izingubo ezimhlophe uphethe izinkukhu ezimbili ezimhlophe kukhona umnendeuni walapho ngingcangcele khona unginikelela ngemali emhlophe mase kubakhona ikhehla eliphethe ishoba elimbethe okumhlophe kuhlabelelwa iculo elithi ” THABATHA KUKHANYE”
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
Kusho ukuthini ukuphupha isalukazi sikunika metshisi sithi khanyisa ikhandlela uma uthi yakhanyisa kuyacima lmikhandlela lize likhanye ngoluthi lwesifayifi
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngekhandlela/
Ukuphupha uthunywa uphathisa isalukazi izimpahla zaseStolo
Uma uphupha ubona ikhehla noma isalukwazi kusho ukuthi kukhona ozokusiza uphume ezinkingeni zakho maduzane. Uma udinga imali ukhona ozokuboleka imali.
Thokoza ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho osewashona egeza nengane yakho?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngomndeni-nezihlobo/
Ukuphupha ubulisa isalukwazi
Nkosazana Nkabini usufundile nje lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngekhehla-noma-isalukwazi/ ukuthi leliphupho lisho izinto ezinhle – usufunani manje ngoba sengathi konke kuyaqonda nje?
Thokoza ngabe kusho ukuthi I ukuphupha upha isalukazi ukudla
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokudla/