Uma uphupha ubona izintuthwane kusho ukuthi uyovuzwa ngokuzikhandla kwakho ngemicebo kanye nendlu enkulu ikakhulukazi uma uzibona ziqoqa udoti zizokwakha isidleke sazo. Uma uphupha iqulo lezintuthwane noma uphupha ngazo ubusuku bulandelana kubi futhi kusho ukuthi uzoba nezikhathi ezikhathazayo emndenini wakho.
Kuchazan ukuphupha izintuthwane zisendlini nasembhedeni englala kuwo ngaphansi koma trass kunezinyosi zingitinyelile kwaphuma amanzi Kim nginomunt engthandan naye edlin
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha izintuthwane eziningi ziyongena endlini ekwakungeyomsamo zibheke emsamo ngapha ugogo unqualified inkukhu emhlophe?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinyoni-izilwane-nezinambuzane/
Kusho ukthin ukuphupha izintuthane ezimnyama ekhwaphen
Ukuphupha izintuntwane ezinkulu ziphuma kusilingi kuchazani
Ukuphupha izintuthwane ziphezu kombhede
Ngicela ukubuza uma uphupha nihlezi kagogo uthi ubheke ngaphansi kwetafula kugcwele izibungu izimpethu kusho ukuthini lokho
Ngeshwa asinlo ulwazi nalokhu
Kuchazani ukuvuka umbhede ugcwele izintuthwane ezibovu? Akulona iphupho, kodwa ngivuke zigcwele umbhede wonke lo…
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Kusho ukuthini ukuphupha wenza ucansi nomngani kadadewakho bese uyachitha kwangempela uvuke umanzi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesekisi
sidesplitter truly an awe-inspiring complacent thanks so much for sharing i testament inflict this keen website every widowed twenty-four hour period
Kuchazani ukuphupha uhamba uhambo olude nomndeni wakho uma senifinyelela ekugcineni nihlangabezane namatsheketshe abomvu anilume izinyawo
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuhamba
Kuncazani kuphupha intuthwane ulele ngale kombhede uthi phakamisa gubo biphansi kameleni vele kuqamuke qwaba yezintuthwane ezincane zinye zinyuke ngodonga zinye ziningi phansi ngathi ngiyagijima ngolanda blue deed kameleni lami ngayithela kuzo zanyamalala kamelo bengikulo akusilo laphi lezingane
Sawubona, nansi incazelo
https://iafrika.org/amaphupho-ngentuthwane/?highlight=izintuthwane
Kuchaza ukuthini, Ukuphupha uhanjwa izintuthwane emzimbeni
Cofa laphaukuthola incazelo Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Ngicela ukubuza mawuvuk izintuthane eziningi zigcwel umbhede nakuwena kuchazani? Kodwa ulele nomuntu but zibe kuwena kphela
NAMI LANGIHLUKUMEZA LELO PHUPHO ELINJALO
ukuphupha izintuthwane ezibomvu zingena endlini kwagogo zinqwabelene ngithi ngiyazishanela ngiyazibutha ngizilahlela phandle zingapheli kuze kube ngiyaphaphama ngabe kusho ukuthini?
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Kuchaza ukuthina ukuphupha uhanjwa iyntuthane ngisho uphaphama uzwe engathi zisakugijima isikhashana?
Leli phupho lisho isichitho, cofa lapha ukuthola incazelo ethe xaxa https://iafrika.org/amaphupho-asho-isichitho-noma-isinyama/
Ngiphuphe izintuthwane zigcwele ikhanda kusho ukuthini
Nalu ulwazi esinalo ngamakhanda: https://iafrika.org/amaphupho-ngamakhanda/
Uma kukhona izintuthwane ezibovu endlini kusho ukuthini
uku thola intuthwane ezibovu njalo ekhaya
Kuchazani ukuthola izintuthwane ezibomvu ekamelweni
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Ngiphuphe izintutwane ezimnyama zinyalaza Kimi emzimbeni
Bheka nalu olunye ulwazi ngokuphupha okuxhumene nezintuthwane, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngesilwane-esidla-izintuthwane-nomuhlwa/ Nazi ezinye izindaba ezintsha: Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.
Ukuphupha ngezintuthwane ezimhlophe
Uma ngabe ubunomcabango wokuthi sengathi leliphupho lakho likhomba okubi okuzovela, sengathi akunjalo ngoba amaphupho abikezela okubi awukawaphuphi, wona yilawa atholakakala lapha: https://iafrika.org/amaphupho-okufa/
Angiphuphi Ngivuke kygcwele inqwaba yentuthwane ngaphansi kombhede nokudla kwazo…ngathi idili…kant anglalanga ngfikelwa ukusaba
Bheka nalu olunye ulwazi ngamaphupho athintene nezintuthwane: https://iafrika.org/amaphupho-ngesilwane-esidla-izintuthwane-nomuhlwa/
UKuphupha izintuthwane ezibomvu kusho ukuthini
Ulwazi esinalo olusondelene nombuzo wakho ngolokuphupha umuhlwa. Ungafunda lapha ukuthola ulwazi olwengeziwe: https://iafrika.org/amaphupho-ngomuhlwa/
Ngiphuphe ingane yami yomfana idla ipetshisi kodwa laphuma izintuthane ezimnyama zagcwala nasemzimbeni kusho ukuthini
Ngiphuphe umawam osashona nomalumekazi naye osashona kungathi bahlezi embhedeni. Umalumekaz uzobuza uMa ngebhodwe lesiZulu athi lalahleka, leli uMa athi ngelakhe (yena uMa) umalumekazi uthi elakhe. Khona lapho ngibone izintuthwane eceleni kukamalumekazi ngesikhathi elokhu egudluka esondela kuMa kuvele ezinye, ngizithuntuthe ngoba ngesaba ukuth zizomncinza. Ngicela ning’chushise ukuth kusho uk’thini lokhu
Uma uphupha ubhukuda.iphinde uphuphe inja izidlulela