Asho ukuthini amaphupho ngezingubo? Lokhu kuhlanganisa ukushisa izingubo, izinkinobho, amajazi, ukotini, ingubo yokugqoka, amaduku, izigqoko, ukuba nqunu, izingubo ezingcolile, itshali, izicathulo, usilika, amabhulukwe, izingubo zangaphansi neveyili.
[wp_show_posts id=”14909″]
Ngicela kubuza kusho kuthi I kuphupha uthenga izingubo zengane ncane
Cofa lapha ukuthola ulwazi Ukuphupha uthenga izingubo ezintsha
Kuchazani ukuphupha izingubo zokugqoka zihamba nomfula
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomfula/
Ngisacela ukubuza kuchazani ukulhupha ulele embhedeni uyithi uyembhatha kube sengathi kunomuntu ohlezi phezu kwalengubo oyembathayo futh muthi uyabuka ubone kuth ukhona nd ulele ngaphezulu munyakaza akunyakazeki
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngombhede/
Ukuphuph umuntu othandana naye ekuthengele izingubo ezimnyama zokugqoka
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngomuntu-owawuthandana-naye/
Sanibona ngiphuphe ngiwasha izingubo zomuntu osashona
Sawubona, sicela ubheke lama athiliki:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokuwasha-izingubo/
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Sanibona kusho ukthini Ukuphupha umama ongizalayo ekhipha impahla zabantwana engibonisa zona ejabulile
0763359100
Cela kubuza kuthi ma uphupha uthenga ingoba emnyama kodwa gcine ungaphumeleli kuyithenga
Sicela uchaze kabanzi
Ngicela ukubuza,Uma uphupha unikezwa ingubo ngumuntu abambiza ugogo ethi ngithathe ingubo yakhe kodwa uzayiwasha kqala ,bekuyitshali eblue
Sawubona Sharon, nakhu esinakho ngamaphupho aphathelene nezingubo
https://iafrika.org/amaphupho-ngokuwasha-izingubo/?highlight=izingubo
Cela ukubuza ukuphupha ugqoke izingubo ezidabukile
Cela ubuza kusho ukuthini ukuphupha ubhathiswa igubo yokulala
Kusho ukuthini ukuphupha abantu abaningi begqoke izingubo ezibomvu nokumhlophe
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha ugqoke umfaniswano