Uma uphupha ukuthi usembhedeni ukuthi lokho kusho ukuthini kuya ngokuthi uwenzani. Uma uphupha nje ngombhede ongenamuntu phakathi izinkinga zakho zizophela maduzane. Uma uwendlala umbhede uzothatha uhambo maduzane. Uma ulele embhedeni uzoshada maduzane mawungashadile.
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu ekuthinta ngokuthize okunukayo mawumbuza athi ukuthinta ngomzondo uqede ukhumule umshaye ngalokhu obukugqokile uphume uhambe?
Ngiphuphe ngithenga umbhede omusha,ngasuka lapho ngaDriver imoto Auid entsha
Ngiphuphe ngikhohliwe ukundlala umbede ngabuya sundlaliwe seku hlanzekile nase ndlini
Ngiphuphe ngikhohliwe ukundlala umbede ngabuya sundlaliwe seku hlanzekile nase ndlini
Cela ukubuza kush ukuthini ukuphupha ngathi sekhaya kini nomuntu wakho kodwa ulele nomunye mawubuza ngalomunye wesifazane avume umuntu wakho kuth bayathandana umshaye uze uphaphame
Ukuphupha abantu bengithathela umbhede ngcela kubuza nje kuchaza kuthin
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngefenisha-nezinto-ezisebenza-ngogesi/?highlight=ifenisha
Ngiphuphe ngihamba nobaba wezingane zam kwenye indlu engathi besiphuma kwelinye ikamero singene kwelinye sihambe sigxoba izipontshi kulendlu akuhlali muntu
Cofa lapha ukuthola impendulo
Hello. Ukuphupha umbhede undlalwe umuhle kusho ukuthini?
Bese ukuphupha ulahlekelwe izikhwamz zakho ezinayo yonke into bese uphinde uzithole kuchazani?
Ngyabonga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezikhwama nobhasikidi
Ukuphuphupja ulele
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulala
Ngphupha ngthunywa umama ongzalayo ngyomlandela inja yakhe, engathi inja yasekhaya eyaduka, isesgamgeni lendawo ebikuyo mangiqukula lenja ivele ibhilide ingafuni ikhale ihhayize Engathi umuntu, lapho angsahleki nabantu abingibukayo bayahleka, ihamba ingkhahlela endleleni ngiphethe ngezandla kodwa ngfike ekhaya isithuli angesakhali.. mangfika ekhaya ngibaxoxele ngithi ey akasabukisile ngami udlaba kaMah ngisho inja, sihleke sonke kuphelele lapho
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenja
Ukuphupha uthenga umbhede kuchazani?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuthenga
Ngcela ubuza kusho ukuthi ukuphupha ikhehla lihleli embhedeni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukazi
Uphupho umakulu uleli kwaboyfrnd
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngomndeni nezihlobo
xa uphupha uleli nomnye umntu and having sex uchame and then uvuke umanzi wena, lithetha ntoni?
Ulalwa isilwane…