Uma uphupha ukuthi ulele yishwa ngempela. Kodwa uma uvuka kusho ukuthi kukhona ozokutshela ukuthi uyakuthanda uphelelwe wusizi.
Uma uphupha ukuthi ulele yishwa ngempela. Kodwa uma uvuka kusho ukuthi kukhona ozokutshela ukuthi uyakuthanda uphelelwe wusizi.
Kusho ukuthini, ukuphupha usehlathini elikhulu kusithiwa lala kulo, unikwe izingubo zokulala kodwa unqabe ukulala ngesizathu sokuthi uyosaba ukuthi ungaqwengwa izilwane zehlathi ebusuku.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngehlathi
ngaphupha ugogo wam osashona ngimkhalela ngit ngicela evikele umshado wam wavele wanganginaka wabheka umama wam ngamehlo acwebile ngoba ebona engamnaki elibele ukukhuluma nabanye abantu
Cofa lapha kuthola incazelo Amaphupho ngokuzwa ukukhala
Ukuphupha ulele emgwaqeni ongaphandle kwasekhaya kuze kube kathathu uphupha into efanayo kuchazani
Ukuphupha uthelwa ngamanzi abandayo
Nalu olunye ulwazi lapho uphupha ngamanzi: https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/