Asho ukuthini amaphupho ngendlu nekhaya? Lokhu kuhlanganisa amakamelo okulala, amakhabethe, ucingo lokubiyela, izingadi, izindonga namawindi.
[wp_show_posts id=”14887″]
Asho ukuthini amaphupho ngendlu nekhaya? Lokhu kuhlanganisa amakamelo okulala, amakhabethe, ucingo lokubiyela, izingadi, izindonga namawindi.
[wp_show_posts id=”14887″]
Kuchazani ukuphupha inyoka egreen and black enkulu engathi isemanzini ayisiphethu bathi ifike nobhuti wam
Sawubona,sicela ubheke lapha
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
Uma uphupha indlu iwile kugcwele amakhandlela amhlophe kufoundation yakhona bese kuba nebhodwe lesizulu elinento ebilayo ngaphakathi libekwe khona kulefoundation. Ngabe kusho ukthini
Uma uphupha ume nabantu abakhayo indlu isiphelile ubakhombisa ukuthi ufuna benzeni ngaphandle njengoku rough cut ,uphinde uphuphe estate agent ikutshela ukuthi indlu yakho isiphelile balinde ukuthi u sign bese usho ukuthi uzongena nini? kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezinto zokwakha
Ngyabonga kodwa into engingaqondi ukuthi ibhadi elinjani and uma uthi izinto engizitholile empilweni kusho ukuthini ngcela ungicacisele
Kusho ukuthini ukuphupha nithutha ekhaya lakho truck ilayisha izimpahla emgwaqeni
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngamakhaya/?highlight=ukuthutha
Uma uphupha ubingelela abadala/umndeni wakini ongasekho ohlezi ndawonye beyi group kusho ukthi? Thokoza👏👏
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomndeni nezihlobo