Ukuphupha inyoka noma izinyoka
Ukuphupha izinyoka akusiyo neze into ethokozisayo, kuchaza ukuthi kusuke kukhona isitha esikulandelayo. Futhi kuya ngokuthi iyiphi inyoka oyiphuphile. Isibonelo nje uma uphupha inhlwathi – lelophupho lisuke liqondene nabantu abadala, amathongo noma phecelezi amadlozi. Ukuphupha imfezi khona kusho ukuthi kukhona umuntu ozenza umngani kuwe ebe ekuxokizela, okusho ukuthi kunomuntu oseduze kwakho oyinyoka.
Uma uphupha izinyoka bese kuvela nomuntu kulelophupho, kusho ukuthi naye lowomuntu uyathinteka kulezozitha obhekene nazo.
Ukuphupha inyoka yabathakathi, okuyinyoka emnyama enomgogodla omhlophe, lokho khona kusho ukuthi kukhona umuntu okhunkula ikwenu noma ikini ngenyoka, lowomuntu esebenza ngokuthumela yona leyonyoka oyiphuphile ukuthi izothakatha.
Kanti ke okunye uma uphupha ubona izinyoka nje kukhomba ishwa ekusaseni lakho, lokho kufakazelwa wuhlobo oluthile lwenyoka eqondene nabadala esuke isho ukuthi amadlozi akuthukuthelele futhi othile uzokukhaphela ikakhulukazi uma inyoka ikhuluma.
Omunye angathi: “Ngiphuphe ngibona inyoka ensundu ihamba iya ngapha nangapha, kuthe kusenjalo kwaqhamuka emnyama yona izihambela kahle” – Leliphupho lisho ukuthi kukhona isitha esikugadlayo kodwa ke ithongo lakho liyakuvikela.
Ngokujwayelekile amaphupho ngenyoka axwayisa ngesitha kepha akuhlale kunjalo ngaso sonke isikhathi. Izinyoka ezifana nomdlume, ibululu, umzondo kanye nempumputhe azikhombi isitha. Lezi yizinyoka ezingenabo ubungozi obungafaniswa nobesitha, zona zikhomba inhlanhla engase ikwehlele esikhathini esifushane esizayo. Imvamisa leyonhlanhla isuke izovela ngomuntu ongesiye owasekhaya.
Sanibona
Uma uphuphe inyoka egrey esandlondlo noma black mamba ifile kini endlini kusho ukuthini ?
Sawubona.. nginokuphupha izinyoka ezohlukene sigcwele igceke la engihlala khona kulok besizendlin, kodwa njalo lezi nyoka Kuba khona abant engabaz abazishayayo bezibulale, kokhunye kwakukhona umama wam ongasekho. Iynyoka ezihlukene ngembala fth nango size, ngabe kusho ukthin
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Sawubona
Cela kubuza kusho ukuthi ukuphupha inyoka emnyama enkulu into brown sport iciphizwe amaplangwe ngiphume ngabaleka endlini ebikuyo ngothi yotshela umama nabanye ngabavusa sithe sabavusa kwaqhamuka inja ismakwe esimhlophe sagijimela kwenye I room mengithi yabheka izinja ziningi khona nezinye ezime ewindin kusenjalo kwaqhamuka inkalankala sathuke ngithi ileya nyoka engiybonile mayb ivukile kuthe kusenjalo kwanyakaza into embhedeni LA kulele khona mama nezingane mesithi inyoka ebomvu ephakathi iza ngakimi ngabaleka yalandela ngaphaphama mengithi iskhathi u12 am ngathi nephupho belenzeka ngazo lezo khathi vuke thukile novalo
Yabonga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Amaphupho ngenyoka ensundu
ngiyabingelela, ngiphuphe ngiya epartini ngithe uma ngifika ngavulelwa i picock, yavula amaphiko ayo amnyango kodwa laba abanye bekungabantu bekuyiyo kuphela isilwane, ngiyabonga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngepigogo
ngisacela ningiphendule ngephupho engibe nalo, ngiyabonga
thokoza, ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha izinyoka zemibala yonke sisesilwini ekhaya, phakathi kwesilulu bekukhona zonke izinyoka nemibala yazo kodwa ezincane , kulezinyoka bekukhona enkulu emhlophe about a size of a hippo enamabala amancane amnyama just black beautiful small black spots, so much so that uma usekudeni you woudn’t see the black spots, youd think its white all over, i was scared seeing the snakes and i ran outside the yard, there was a small yellow one flying that chased me and when it got to me it said you cannot run away from me, then i woke up, ngiyabonga.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemvubu
Ngcela ukubuza kuchazani ukuphupha ngishaya inyoka yabafazi ngamatshe yafa, kuthe kusanjalo ngabamba I cobra ngesandla , engathi ngiyayikinya sakuybulala.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokubulala
Kusho ukuthini ukuphupha inyoka eluhlaza izithande kuwe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka eluhlaza
kuchazani ukuphupha inyoka e brown uyibona isedleleni ecaleni mara ungathukanga ungayisabi ma uthi uyayithusa yajika yazihambela kahle yama kwelinye i side ngathi ayinginakanga nje ayinandaba nami
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngendlela
Kusho ukuthini ukuphupha ulunywa yinyoka ehlaza esandleni?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka eluhlaza
Ngiphuphe inyoka eluhlaza ingisukela yangangithola ngase ngagcina seyisisulela mina nomfowakithi yasithola sobabili yaqala ngomfowakithi yagcina ngami
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka eluhlaza
Kushoni ukuphupha inyoka emnyama encane isendlini, mangiyolanda into yokuyishaya yaphuma yanyamalala ematsheni?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Ngcela ukubuza ukuth kuchazani ukphupha inyoka eshile ishiswe umlilo kodwa isaphila ikubuka
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomlilo
Ngicela kubuza kusho ukuthini ukuphupha uhanjwa izinhlwathi kukhona nezincane…bese uphupha uphalaza into emhlophe usuphunyukile ezinyokeni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuhlanza
ngicela ukubuza uma uphupha ngenyaka ebrown and cream white ingathi ingena emlonyeni womuntu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka ensundu
thokozani. ukuphupha inyoka ered black n white ukugijimisa ngathi ikwatile kusho kusho ukuthini.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Ngiphuphe inyoka isijaha nomunye ebenghamba naye kuthe kusenjalo sabaleka sangena endaweni okungathi yindlu kwathi ksenjalo lo benghamba naye baleka wangena elawini ngasala mina yabhekana nami nqo yasuka yaxhuma yangbamba isandla ithi iyangiqeda yathi iyangluma ngaythatha ngayjikjela le
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulunywa
Kusho ukuthini ukuphupha inyoka enkulu ingena endlebeni and getting stuck ?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka
Kutshoni ukuphupha icobra elombala oyi silver_grey njalo elolaka besekuthutsha umkami ayitshaye ayibulale
Bhaka lapha, https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Ngiphuphe ngihambe emgwaqebi oyibhuqu mengithi nguvusa amehlo inyoka engaka light brown ngijike kungathi khona intombazabe engihamba mayo,mesijika sibaleka kanti lasiya ngakhona yilapho kunekhanda layo,isijahe lenyoka sifike brijini bese sivele sikotele kulo ngaphansi kwalo isifice mina ngivele ngizenze muntu ofile izihuqe kimi ngithule du idlule,ibewukudlula ngiqhubeke nokubaleka .sithi sisabaleka isifice futhi sivele some ize kimi ingikhothe ngithule nginganyakazi kuthi longihamba naye misondela kuye anyakaze ivele imugwinye ngithule ngiyamuzwa uyakhala ngivele ngiphaphane
Ukuphupha ngenyoka kusho isitha ngakho kumele uqaphele kukhona okungahambi kahle kanti futhi bheka ukuthi ubni lo othintekayo obesephupheni lakho
Ngiphuphe ngihamba lo malume sisiyo thandaza entabeni
Sisa mile eceleni kwendlela lapho obekumele ngiyoguqa khona umalume wangi bamba isandla wangikhomba ukuthi kule nyoka
Bekumi inyoka eluhlaza,waseyi shaya wayibulala
Kuthe yena ethi uzoguqa ethandazele phakathi ko mgwaqo ngasengibona inyoka phambi khwakhe eluhlaza lemhlophe wathi ezama ukuzibulala nga ngamumisa
Inyoka leziyana zalwa emhlophe yaginya leyi eluhlaza the eceleni lapha bekule cobra ifile
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomthandazo
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha bekukhomba ngesibhamu? Nokuphupha inyoka eBrown and white iqhamuka endlini bese iphuma ihlale esihlaleni egcekeni?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Kushonikuthini ukuphipha ingoma isendlini emanzini asebhakedeni ivelengomsila mangisaybona ubungathifile kuthe ngokuhamba kweskhathi ngaybona inyakaze sengathi iginqile ibibukeka njenge bululu yanyakaza khonebhakedeni engathi kunento engaphakathi kuyo ngobanngibe sengethuka ngavuka
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamanzi
Thokoza uma uphupha inyoka emhlophe iveza ulimi ngathi iyakujabulela kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
kuchazani ukuphupha inyoka ebomvu engath yiCobra isemsamo iphakama ngath iyafutheka iba nkulu futh yinde
ikhuluma kushunqa nempepho ithi “ngith angnazis ukuth siyathokoza makunenkinga nisibikele”
Cofa lapha uthole izimpendulo ngolwazi esnalo,
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Cofa lapha uthole impendulo ngezinyoka ezibika idlozi,
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
Iyiphi incazelo oyfunayo, lento isobala nje
Thokoza
Ngicela Ukubuza Kusho Ukuthini Ukuphupha inyoka e grey Ngaphansi inebala elimhlophe inolaka isemfuleni omkhulu kodwa mina ingangenzi lutho ibe ibonwe yimi nvedwa kuqala
Cofa lapha ukuthola incazelo,https://iafrika.org/tag/amanzi/
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomfula
Kusho ukuthin ukuphupha inyoka enombala ophuzi nomnyama ingaboni emehlweni.
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka ensundu
Kuchaza ukuthi ukuphupha inyoka enkulu ikumunca igazi umase uvuka ekuseni ukhathele
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulunywa
Emakhosini
Cela ukuchazelwa ngephupho engiliphuphe kungathi ngiise manzini kuthe langiphuma khona ngaphuma nginikwa ibhayi elihlaza nobumnyama kuhambisana nenyoka…ngabe kuchaza ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Thokozani gogo nobo mkhulu xa uphupha. Inyoka. E yellow nam nyama kuthiwe qale cele kuyo xa idlula so wena ukhohlwe indle ccwakho xa umane uhamba uhlangan nazo uhlangan nomkhul ohamba ne nja e bomvu me mhlophe wena xa uphind uhamba hlanhane nenye nyyola enkulu uguqe ucela kuyo uzibone ugibel kwi nja xa xa ufika inja le ibomvu ufunxe amakhala ka ccwakho kubelle indoda ka ccwakho no mancen bakhe ABA. 2 omuny Abe ebheke phantsi xa I buza Sbali wakh athi ukhathel noba ebefil akanandaba naye
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka ensundu
ngiphuphe Inyoka i mamba emnyama kwachamuka umuntu engimaziyo wayibulala
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngeMamba
Ngiphuphe ngigubha umgodi ngahlangana nezinyoka ezi brown and yellow zavele zaphuma zazihambela kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomgodi
kusho ukuphupha inyoka ensundu(brown),ngiyifice endleleni izigoqile iyinyanda phansi ivuse ikhanda, ngithe lapho senginganakile nayi isiseduze kwami mangiyisikaza ngeskhwama yafuna ukungiluma ngase ngaphaphama lapho.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka ensundu
Kusho ukuthini uma uphiphe izinyoka eziw 3 eziyellow n white zizama ukungena laph kuhlala khona ugogo wami ngavala ama fastela onke llaph kade zizama ukungena khona kodwa ugogo mayebuya lapho kade eyekhona zanyamalala ngathi azokaze zibe khona
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Ngiphuphe izinyoka ezimhlophe zilwa nami noma zingichoboza ngabasa umlilo ukuzoxosha
Mina ngcela ukbuza ngephupho lami ngihlushwa yiphupho ngiphuphe ngiwela indawo engathi yakhiwe nje yumsele omkhulu onamanzi ngezansi kunesiziba esikhulu naso ngathi sakhiwo kwaba umgodi omude ogcwele amanzi kuthe kusenjalo kuqhamuka ingane yami yamagcino eyintombazane ikhumule ithi ifuna ukungena kulesiziba ngiyivimbe avele ehle amanzi abe mancane ekade egcwele ivele igxumele phakathi ithi iyabhukuda lapho kukude phansi nami angifinyeleli ukuthi ngingayikhipha kube sekuqhamuka ingoduso yami nayo isikhumulile igxumele phakathi abambe ingane aqede ancike ngasekhoneni lomgodi lo ababhukuda kwona kvele kuqhamuka inyoka ibadonsele emgodini osekhoneni phakathi kunodaka bahambe kanjalo abazange baphinde babuye ngakhala ngahamba ngayobikela abomndeni ngaphaphama. Ngcela ningisize ngabe isho ukthini lento?
Cofa lapha ukuthola impendulo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Amaphupho ngodaka
ngicela ukubuza umaphupha inyoka emnyama iphuma emgodini ingibheka nqo emehlweni besekuqhamuka inja ivele nje inyisobozele iyidle iphunyule kodwa ibe la inja iyidephune iyiqede
Ukuphupha inyoka ebomvu nokumnyama emsileni iyophuma nomyango lwegumbi engilala kulona?
Thokoza
Ngiphuphe ngihamba endaweni enotshani oluhlaza kakhulu kukhona nezimbali eziqhakazile emaceleni, ngithi mangihamba ngibone izinyoka ezimnyamba zamanzi nenye enobumnyama namabal amhlophe zihlezi sizongene kodwa nginezwa kwesaba. Ngiqhubeke ngihamba, lapho ngihamba khona njalo mangibheka lezinyoka zibakhona. Ngithe ngisuka ngizibona ngiphamba phezu kwe-bridge nomfowethu kusakhona lotshani oluhlaza kakhulu kukhona nezimbali, kodwa kukhona nabantu abaningi eceleni, sithi sisahamba kuvele kuqhamuke inyoka ngemuva iphakamise ikhada ikhethe umuntu phakwathi kwalesixuku imshaye.. Siqhubeke sihambe, masehla nazi lezinyoka ezilokhu ngizibona zikhona futhi la ngikhona. Ngabe loku kusho ukuthini?
Bheka lapha impendulo yephupho lakho Amaphupho ngotshani
Cela ukubuza kusho ukuthini uphupha uhujwa umuntu ephuphweni othakathayo efuna ukukubulala wena ulokhu umbalekela bese kuthi ekugcineni athumele inyoka kube yiyona ekuhubhayo lenyoka I-anaconda igcine isingibambile ingigwinye bese ngizibone ngisesiswini says
Ngiyabonga
Cofa lapha ukuthola incazelo yephupho lakho Amaphupho ngezilwane ezihuquzela ngezisu
Ngiphuphe inyoka enhle enemibalabala ibenekhanda lemfezi bese iba nesimo somuntu wesifazane omuhle omikahle futhi, ibizihambela egcekeni iphakamise ikhanda sakuqalaza
Sanbona cela nikaiza Lana ngiphuphe ngenyoka e cream white isendlini ngaphuma mina bayayishaya yafa
Cofa lapha ukuthola incazelo yephupho lakho Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Ngicela ukubuza, ngyabingelela ekhaya.. Ngabe Kusho ukuthini ukuphupha inyoka igingile??
Sanibona ngcela kuchazelwa lana. Ngiphuphe ekhayakitsi kugcwele tinyoka ,yonke mibala. Ngebukhulu tiyahlukahluka. Ekudcineni ngbone leyellow mehlo anolumnyama nalokumnyama. Lena ke beyingibuke emehlweni ngaze ngaphaphama.
Sanibonani ngicelukubuza kuchazani ukuphapha inhlwathi enamabala anjengebululu isendaweni esekhishini,benginosisi wami omdala ozalwa umamkhulu wami sayishaya sayibulala,ingabe kuchazani kuleliphupho?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenhlwathi
Ukuphupha inyoka enkulu iphuma ngomloma
kumina kuchazan
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemilomo
Sanibonani.
Mina ngicela ukubuza ngibe nephupho kulephupho benginomuntu but lowo muntu angimazi and then kukhona omunye owesithathu okade esihlasela simbalekela in a point that lona enganginaye waze wawa after that wangitshela ukuthi uzwa amazwi ayakhuluma wathi angigubhe phambi kwami lapho ngathola khona amabhayi amabili amhlophe adwetshwe amakhanda ebhubesi abomvu nezinyoka ezintathu kuzona ezimbili zazimnyama eyodwa uBrown with light brown spots.
I tried to run away but ekubalekeni kwami ngazithola sengimbathe lamabhayi ngezansi nangehla ezingalweni ngigigwe ilezinyoka ezimnyama zingilwela kulona owayengilwisa but zafa then Lena eBrown and light brown yasala.
What scared me the most ukuthi lona engangibaleka naye wanyamalala after ngiqeda kuthola lezinto layethe ngigubhe khoba
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamabhubesi
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha inyoka emnyama eximbili..kusanjalo ephupheni lenyoka ibaleka mayifaka ezansi ihambise okomuntu ngabiza igama lika jesuu ngathi fire fire yawa yahluleka ukuhamba
thokoza, ngicela usizo, ngiphuphe ngivakashele umngani wam, mangifika khona, kwaphuma inyoka enkulu, mayiceda yakaka ama kaka amaningi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Makhosi.. Ngicela ukwazi ngiphuphe umngan wami ebulale inyok enokubovu nokumhloph iyinhle engathi biphum ngaphansi komhlaba into engath isphethu samanzi
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngamanzi
Ngiphuphe inja ibulala injoka kwase kuqhamuka eziningi izinja zayiluma zayiphuca injoka kodwa isifile kusenjalo kwaqhamuka enye inja izoluma mina
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenja
Sanibonani kushoni ukuphupha ubona inyoka efile
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokufa
Ukuphupha inyoka e yellow ikhuluma nami kepha inolaka, mangiyibalekela ngizithole ngidlula emfuleni kukhona ubaba phakathi komfula kepha ngingayi kuye, ngiqhubeke ngibaleke mese ngihlangane nezinyoka ezinsundu engathi zisuthi (azinyakazi).
Lokhu kuqonde ukthini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka ensundu
Ngiphuphe inhlwathi eyellow ngiheli nayo ingangenzi lutho
Cofa lapha ukuthola impendulo Inhlwathi
Sawubona kusho ukuthini ukuphupha inyoka emnyama izihambela kahle njeh eduze kweni nihamba nibabili kodwa lona ebengihamba nawe engayiboni yena bese ingena emanzini aclean kodwa amanzi akhona,An ngihamba nomuntu nomuntu oyifamily yami impela ekhaya like umzala wami.
Cofa lapha kuthola incazelo Amaphupho ngamanzi
Ukuphupha inyoka e brown with yellow dotted izihlalele nje ingenzi lutho futhi izigoqile kusho ukuthini bandla?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Ndipupe inyoka ezininzi kodwa zingenkulu zincinci ziyimibala ngemibala kodwa bezizihambela nje apa endlini ndiba ngajika kule indawo nazi ndiba ngathyila ingubo nazj zikona ndizamile ubonisa umyeni kodwa hay yena bengaziboni ndapuma ndabaleka ndocela indawo yolala komnye wechomi. Imibala yazo enye ibu brownish bu redish enye inendawo e yellowish.
Izolo loku ndipuoe ndishada i white wedding xandibuya ecaweni ndalikulula i dress xandizoya kwi reception ilokhwe alibonakali. Ingaba lamaoupa am achazani
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Ukuphupha izinja ezinolaka
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenja
Kuchazani ukuphupha ujahwa inyoka emnyama? Ngath kade nginosisi wami esingazwani naye yaqhanuka inyoka ngathatha ingane yami ngabaleka nayo, yamuyeka yena yajaha mina nomtanami
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezingane ezincane
Ngiyabonga mina ngicela ukubuza ngaphupha inyoka ezimbili zisilwa ibululu leyinyeeyi brown nxa ngizibona ngamemeza abantu ngithi abazebona inyoka lezo nxa beseza bengakafiki zabaleka ziqonziqonde entshonalanga nxasizilandela eziqondekhona ngafica ubaba uthi sezibulewe inyoka lezo yena engat wayedinga eye into etshanini ngafika ngasmsiza ukudinga sivula ngezigodo ngobana inyamazana okuthiwa inhloni ubaba wat ubulale ngayitshayangogodo kodwa ingafi ekucineni ngacina sengibona ngitshaya inja emnyama yangibuza ukut ungibulalelani ngoba lithi alingifuni ngiyeke nhihambe ngaphaphama angaz kutshoni
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka ensundu
Niphuphe inyoka emnyama nokumhlotshana okungamabala okuncane isifile kodwa kukho ebomvu yona ndixakiwe ukuthi ndizoyi bulala kanjani kusho ukuthini loku
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Sanbonani. Ngiphuphe inyoka eluhlaza imamba icatshile ngilendoda yami ngitshingela ngithi uyekele inyoka yangena endlini siphikisana masisukumisa isofa isuka ngaphansi iseqa iqonde mina. Ngiygamile ngasengiybamba intamo. Kumanje I can still feel ipulse ezandleni zami Kanye leTexture yeskhumba sayo. Njalo bengigqoke amaBeads enqagaleni kuzo zombili inyawo
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka eluhlaza
Ukuphupha unikwa amayeza elokuchila elesibini andilikhumbuli kakuhle kuthwe wasebenzise kodwa uphele ungawasebenzisanga kuthi kusenjalo kubekho ilizwi elithi awumameli umgaqo ubuwuyalelwe ngalamayeza ndikubethelo lonto kwesisu Sakho,xandiphaphama Nyan isisusa siyaqaqamba
Ukuphupha inyoka emnyama kodwa inamabala a orange and white kuchazan
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngenyoka ensundu
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha nge nyoka brown inkulu nezinye maduze nazo kube ngathi ifuna ukuzongena embendeni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka ensundu
Ukuphupha ubetha inyoka uyiqhawule esinqeni kutsho ukuthini
Salibonani ngicela ukubuza kungabe kutshoni ukuphupha ubalekela inkalakatha yenyoka emnyama uze uyengena ngasesizibeni ikulandele ma uphuma lapho uyengena ekhaya kini ibuye njalo ikulandele kodwa isuka ingelalo ulaka ngbaleka nje ngilodadewethu omdala ngoba sevele siyesaba inyoka hai ngoba kuthiwa iyasigijimisa
Ukuphupha izinyoka akusiyo neze into ethokozisayo, kuchaza ukuthi kusuke kukhona isitha esikulandelayo. Cofa
ngezansi ukuthola incazelo ngesiziba https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
Sanibbona
Ngicela ukubuza, kuchaza ukuthini ukuphupha insimu ilinyiwe imnyama yonke.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngamasimu/
Sanbonani ngiphuphe izinyoka eziblue neyellow enkulu ebengingakuqondi beziphila kepha bezingenasifiso sokungilimaza cela ukuchazelwa
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
Hi. Kusho ukuthini ukubona inkanyamba indiza iza ngakumina ngisemcimbini.
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngomcimbi-ongcwele/
Ngiphuphe izinyoka ezimbili eyellow nokubrown mase iba nezinto engathi amava amunyama emsileni ngiziphupha nje ngitshela ingane yami endala ithi ziyayihlupha ziyakhuluma mangithandaza ziphume zihambe ngodonga ziyongena ku-vent edongweni khona lana endlini zizihlalele khona
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
Ngiphuphe ngikhipha ipython emnyama enemigca emnhlope emotweni yam emhlophe. Bendisoyika kodwa zange indilume and azange izame. Futhi ngiloku ngiphupha inja ihleli kum and indilandela ingafuni ukusuka
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Sawubona
Ngicela usizo. Okwesibili ngiphupha inyoka ezimnyama ngizibona yonke indawo kodwa azingilumi azingenzi lutho. Kusuke kuyimina engizisabayo. Lokhu kumeleni?
Ngyabonga.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
Sawubona, ngiphuphe inyoka inginamathele emhlani. Mangicela umama ukuthi angisize ayisuse iyanqaba. Uma eyidonsa noma ezama ukuyisusa iyangiluma kakhulu kumgogodla..
Emva kwesikhathi wathi asiyiyeke kanjalo sizocela abadala bayisuse.
Mayeyishiya ingiluma into engapheli. Ngivuke umgogodla wam ubuhlungu.
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngokulunywa/
Molweni
Ngiphuphe inyoka enkulu ebrown…. Yahamba yangena edlwini… Isakukhangelwa lenyoka ayibonakali
Kutsho ukuthi
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
Ngiphuphe izinyoka eziningi eziyimibal ehlukahluken zigcwele yonke indlela engizama ukuhamb ngayo ngize ngagcin sengigxum kweny indawo
uma uphupha ubona izinyoka nje kukhomba ishwa ekusaseni lakho, lokho kufakazelwa wuhlobo oluthile lwenyoka eqondene nabadala esuke isho ukuthi amadlozi akuthukuthelele futhi othile uzokukhaphela ikakhulukazi uma inyoka ikhuluma.
Cofa lapha ukutholwa ulwazi olwengeziwe.
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Ukuphupha inyoka emnyama ende engabonakali ukuba igcina kuphi, ikuholela ngasemanzini uma usufika ngasemanzini ikukhombe indlela encane enomgodi omkhulu ngathi kusendlini yayo. Kuchazani
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Sanibonani… Ngiphuphe ngilandelwa yinyoka ehamba emhlabathini, ngize ngafika endaweni ena Manzi no mhlanga.. kune ndumba no muntu ukhulumayo nabanye ngathi bayathwasa uthi ‘ ufikile lo onamandla e ngijimisa yinyoka’ ethi mina.. wathi NGO ngene ngaphakathi endumbeni ngingasabi ukubona enyoka enkulu ngoba ngiyolwa kanjani me tikoloshi mangisaba inyoka.. kucazani
Ukupupha inyoka kusho ukuvukelwa isitha, cofa lapha ukuthola ulwazi oluthe xaxa ngephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngomhlanga/
Saniboni ngicele ukukhlaziyelwa nanga amaphupho ngokulandelan kwawo. Ngaqala ngaphupha ngibona inyoka emnyama isemuthin ekhaya.mangiyibona ngingethuka ngiyike ngaphindela emuva lapho ngihlanga nenye ebrown ibuze ingene emgodin. Elesibilili ngiphuphe umalumekaz kababa engbiza nabazala bam sadla inyama. Elesithathu ngiphuphe inyoka emnyama mangibona yona ngethuka ngabaleka ngehlanhla kwaqhamuka umakhelwani wayibulala kuthe ngisathukile kwaphume eziny ezinkulu zona bezinemibala eorange no red zaphuma zona zabaleka. Leli iphupho bengikwa makhelwani.
Ukuphupha inyoka kungasho izinto esiningi, kuya ngombala wayo. Cofa lapha ukuthola incazelo yephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
https://iafrika.org/amaphupho-ngezilwane-ezihuquzela-ngezisu/
Ukuphupha izinyoka ziningi kodwa zincane ezinhisondelayo ngathi ziyangilandela kubese kuqhamuka umntana phambi kwami bese ngathi ikhona emlumayo ngikhona mina kuchaza ukuthini?
Uma uphupha izinyoka bese kuvela nomuntu kulelophupho, kusho ukuthi naye lowomuntu uyathinteka kulezozitha obhekene nazo.
Sanibona
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphuha izinyoka eziningi ezincanyana nje zifuna ukungiluma kodwa ngabaleka zangangithola. Lezinyonka bezinemibala ensudu exubene nomnyama. Bezisesihlahleni nami ngiphezulu kulesosihlahla nazo.
Ngyabonga
Kuchaza ukuthi I ukuphupha izinyoka ezinombala ophuzi Kanye nohlaza zizungeze ikhaya lami. Iphupho liqale nokuthi umuntu engimaziyo angithumezele ngenyoka enkulu yayo lemibala kanti ngizofika indlu izungezwe yilezo zinyoka kodwa Zona zincane kakhulu kule engilumile
Naluulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
Cela ukubuza ngiphuphe izinyoka imfezi Zimbili ngilele phansi kukhona umuntu oloke engibuza ukuthi izini lezi ngaphendula kodwa angikhumbuli ngiphendule ngathini yasuka eyodwa yangikhotha kukhakhayi yase yandlula ngaphaphama
Amaphupho ngenyoka axwayisa ngesitha kepha akuhlale kunjalo ngaso sonke isikhathi. Izinyoka ezifana nomdlume, ibululu, umzondo kanye nempumputhe azikhombi isitha. Lezi yizinyoka ezingenabo ubungozi obungafaniswa nobesitha, zona zikhomba inhlanhla engase ikwehlele esikhathini esifushane esizayo.
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha inyoka koda inezimpaphe zenhlanzi
Akusiyo into enhle ukuphupha inyoka, kuchaza ukuth khona isitha esikuzingelayo.
Nalu olunye ulwazi ngokuphupha inyoka https://iafrika.org/amaphupho-ngezilwane-ezihuquzela-ngezisu/ , https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha inyoka Indiza iza kuwe eluhlaza uma isindiza ngaphans ibenenyawo ngath uxamu ubaleke kungabalekeki ulale phansi ivele ifune ukudla ubuchopho
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
Hi ngiphuphe izinyoka ezihlukene eziningi engizikhumbulayo eYellow,ehlaza okwesibhakabhaka kanye neBrown
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/, https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
sawubona
Ngicela incazelo. ngiphuphe ngibona inyoka ensundu, ngathi lenyoka inqunyiwe ayiphelele, ngithathe induku ngiyishaye ngithi ifile. kuthi kusenjalo kuvulelwe amagisha (izimvu) ngithe ngiyabona kwangathi kukhona imvu eya ngakulenyoka, ngayibona lemvu isikhihliza amagwebu isishaywe ilenyoka ebengithi ifile. ngavele ngaphaphama. kanti ngiphupha leliphupho nje ekhaya izimbuzi ziphelile zife ngalokufa engikubone benzeka kulemvu eshaywe ilenyoka manje angazi ukuthi kusho ukuthini lokho coz sekusele izimvu kuphela ekhaya, izimbuzi ziphelile.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
Good day,
Ngihlezi ngiphuphana nezinyoka lately. Ayahluka Lama phupho.ngihlezi ngiphupha izinyoka ,zombala o yellow kanye new black. Ngiziphupha ngisezindaweni ezahlukene,engingazazi nengizaziyo.
1. Ngiphula ngila ngakhula shona (step dad home).izinyoka zigcwele loke I yard.zingena ezinyaweni zami.
2. Ngiphupa inyoka e yellow kanye new black fighting each other.
3.ngiphuphe ngibona laphao zinyoka zihlala khona ekhaya kanye ku boyfriend yami. E red Idla emgodini phambi komnyangp ekhaya.ngisathi ngimbekile denise dawena yeah boyfriend yami.lapho izinyoka sihlala Kuma drain pipe eduze komnyango.
Ngihlezi ngithukile.ngizwa sengathi zikhona la ngihlezi khona.ngebe kusho ukuthini?
Ukuphupha inyoa kungasho izinto eziningi, cofa lapha ukuthola ulwazi olwengeziwe https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Angizwisisi kahle. Inyoka e yellow ichaza ukuthini? Inyoka emnyama yona? At least ngibeka eku khanyeni.
Ukuphupha inyoka kusho ukuthi kunesitha esikulsndelayo. Cofa lapha ukuthola ulwazi olwengeziwe https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
kusho ukuthini ukuphupha imamba esindala ishayiwe but mayingibona iyangigijimisa noma beyishaya abantu basekhaya ingezwa mshini kungathi ifuna kungiluma kodwa yehluleka.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokulunywa/
Ukuphupha ngibhukuda emfuleni ngamanzi ahlanzekile kukhona inhlwathi enombala ophuzi kanye nonsundu ihleli emanzini ingenzi lutho
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokubhukuda/
Ukuphupha ubhukuda emfuleni ngamanzi ahlanzekile khona inyoka enemibala ephuzi kanye nomnyama isemanzini ihleli ingenzi lutho
Cofa lapha ukuthola olwengeziwe ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokubhukuda/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Thokozani bogogo nomkhulu ngiphupha inyoka emnyama le enekhanda elikhulu but ifike ingishiyele ubuhlalu namathambo namakektanga asezandleni so angazi kuchazani
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
Ngiphuphe ngindiza ngeNkanyamba, kuchaza ukuthini?
Nalu ulwazi esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngesivunguvungu/
Sanibonani mina ngiphuphe inyoka enkulu ebisemanzini amanzi abengangcolile inyoka ibinemibala eyellow
Nanti esinayo exoxa ngamaphupho ngamanzi: https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
Nami ngiphuphe inyoka e yellow ibingalwi
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngezilwane-ezihuquzela-ngezisu/
Sanobonani
Kusho ukuthini uma uphupha inyoka ingena ngaphansi iya esibelethweni sakho kodwa ngayinqamula umsila
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngezilwane-ezihuquzela-ngezisu/
Ngiphuphe izinyoka ezincane ziphuma ngasese ngabe kuchazani umubala wazo angisazikhumbuli
Thokoza ngiphuphe inyoka enkulu emhlophe eyingwe ngaphansi ngoku black and white ingijaha ngabaleka ngangena emfuleni obuhamba kodwa ngakwazi ukuphuma nganyuka ngehlane ngaqhamukela emzini omkhulu ono round bodwa ngasenhla kwezindlu bekunomfula omkhulu ocwebile omile ongahambi ngayifica ing’linde khona ngabaleka ngangena kwenye indlu ewu round ngafike ngazisonga ngengubo yokulala ngithi ngenzela ukuthi uma ing’bamba ngingezwa kakhulu…yangena yafaka isandla sami sakwesokudla emlonyeni wayo yayisithi…ubaba wakho ucushiwe baqedile ngaye kuncono ngik’thathe wena ubuyele kimi..ngabe kusho ukuthini?
Ngphuphe ucc wami ephuma toilet ezinyawen zakhe kwadlula inyoka igijima, kusenjalo kwaqhamuk enye yona ibigxuma oko fish uyangena ehlathin eyesthathu ibingasendlini umama ezama kuyishaya yanamathela engalwen wayidacaza phansi ngase ngphaphama
Ngiphuphe inyoka ebrown angathi umakhelwane wami uyayibulala (inkulu)
Ndiphuphe ndilunywa yi nyoka emnyama bu dark grey, indilume apha emveni lwesandla ndaze ndaphuma igazi, ndithe ndisabalekiselwa esbheedlela ndothuka kwaye isandla sam besi ndindisholo ingaba kuchaza ukuthini lokhu
Sanibona
Ngcela ukbuza kuchazani ukuphupha inyoka emhlophe
Sanibon ngiphuphe izinyoka eziluhlaza zinobumhlophe luqale encan yalwa ngaythela ngento emhophe engath usawoti yafa kwase kuphum enye ngob bengath zibhanqen emva kwalokh kwaqhamuk enkul yalwa nami yaze yakhiphela ukungcola kwayo kimi ngaphuza ubisi lwebele kwaphela
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha inyoka eluhlaza, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/ Sinalo futhi ulwazi lapho uphupha inyoka enkulu njengenhlwathi, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlwathi/
Sanibona mina ngiphuphe umfanyan nj omncane engishaya ngesagila esikhulu ohlangothini kwathi kusenjalo kwavele kwaqhamuka lenyoka eno msila okhalayo yasihubha kodwa yagcina ingasificanga
Ngimphuphe shawa nyoka yajike yaphenduka umuntu wesilisa yabanjwa u sisi engizwana naye kwezothando wahleka mvakwalokh bahamba… Ngabe lichazani leli phuph?
Ake ubheke nansi incazelo esinayo, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa-noma-okusongelwa/ Ubonile nje ukuthi kulenkundla sinomlando wakini kwaKhumalo? Bheka lapha: https://iafrika.org/umlando-wakwakhumalo/
Ngiphuphe inyoka enkulu isegodini yaphuma yangigijimisa
Sinalolu olunye ulwazi ngezinyoka, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Ngibe Nephupho Namuhla ekusen elenyoka , njengomuntu ongawaz’ amagama ezinyoka ngicela ukuchazelwa ngoba kusendawen’ ewumfula futh bamile abantu bayingungile iphakath emfuleni .. emuva kwalokho oyedwa ath akungabalekwa ngoba izogadla , ngok’thuka ngiphume ngemuva kwabantu iskhashana nje ngbalekile ngizwe kukhalwa uma ngbheka lenyoka ibambe okubukeka njengezingane ezisencane lapha ko 4-5 years … uma ngingachazeleka nje lapho ngingathokoza ngoba ngithukile kakhulu
Nazi izincazelo esinazo lapho uphupha izinyoka. Uma insundu, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/ Uma uphupha inyoka eluhlaza nansi incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/ Uma uphupha inyoka emnyama enebala elimhlophe bheka nansi incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/ Uma uphupha ngenhlwathi: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlwathi/
Kuchazani ukuphapha impisi nenyoka imfezi ikujaha
Lapho uphupha inyoka, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Ngiphuphe izinyoka ezi black no green zingibalekela chela ngingisize ningitshele ukuth kusho ukuthini
Thola ulwazi lapha ngokuphupha ngenyoka emnyama: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/ Ubusubonile nje ukuthi kulenkundla sinawo umlando wakini kwaCele? Bheka lapha: https://iafrika.org/umlando-wokuhlukana-kwesizwe-sakwacele/
ngiphuphe ngijahwa izinyoka eziningi ezincane, kant ngizobaleka ngingene kumuzi womuntu olaphayo ,athi bafuna ukungibulala waath kodwa uzobashintsha umqondo.
Ewu! Usinde kukubi zithi ziyakuqeda izinyoka, nansi incazelo, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngengozi-nokulimala/
Sanibona
Ngiphuphe sithole inyoka efile nabanye abantu ebengihamba nambo.. Inyoka leyo ibi nama spots Grey and white. Uma sithi siyoyilahla engoyini.. Emuva kwesikhashana siyilahlile khona.. Sizimele sixoxa eceleni kwawo kwase kuzwakala umsido kulowomngodi.. Kwase kuphuma izinyoka eziningi ezinhlobonhlo zasijimisa.
Ingabe lichazani lelophupho
Ngiphuphe ngihamba nozakwethu washaywa inyoka emnyama waze wasizwa ukuysusa kuye isimlumile kwakhona abaysusayo kwaba nzima ukuysusa kodwa kuye emzimbeni
Bheka lapha mayelana nokulunywa yinyoka https://iafrika.org/amaphupho-ngokulunywa/ Nalu olunye ulwazi lapho uphupha ngenyoka emnyama https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Ngiphuphe inyoka enkulu enombala obrown yafaka ubuso bami emlonyeni wayo
u-brown ngesiZulu u ‘nsundu’. Bheka nalu ulwazi esinalo lapho uphupha inyoka enobunsundu, bheka lapha: Bheka nalu ulwazi lapho uphupha inyoka ensundu https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
sanibonani ngicela ningisize ngiphuphe ngijahwa yinyoka emnyama engenambala.
Ngiphuphe inyoka egold
Ngiphuphe inyoka eyellow nomabala Amadot amnyama emsileni imfishane inonile ngomzimba
Ngokuvamile ukuphupha ngenyoka akulethi izindaba ezithokozisayo, ukuphupha isilwane esihuquzela ngesisu kungasho lokhu okutholakala lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngezilwane-ezihuquzela-ngezisu/
Ngiphuphe inyoka eluhlaza encane ingena emkhathi wami nalona engithandana naye bengzama ukuyikhahlela isuke ngphindze ngyibone seyvela emnyango nghlale isivalo solo ngzama ukuyisusa
, ngcine ngingasayboni ngathi ibisibalekile.
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha ngenyoka eluhlaza, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
Ngiphuphe inyoka e grey and naive izula Zula endlini neSocabubabu esinophoyzini ngath ngyayishaya kwashayek iscabucabu yona yabalek yacasha khon endlin
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha isicabucabu, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngesicabucabu/ Kodwa-ke ake usho “Mthiya othiya ngenkomo abafokazane bethiya ngamahlahla”, uzibonile nje izithakazelo zakini kwaMbatha? Bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwambatha/
Nina abendlovu enamandla nina bakaPhunga noMageba nina abeqhawe elathwala inkomo iphila saka ngiyakhuleka kini ngithi Sanibonani
Ngiphuphe ngihlaselwa yinhlwathi le ngathi ithi ayibe mhlophe or enemibala oyela kophuzi(Yellow) ithe uma igxuma ithi iyangibamba, ngaybamba ekhanda ngaycindezela ogodweni ngadonsa ucelemba ngaynqamula ikhanda yafa kodwa ngibone ngathi bekunabantu abagcine sebengbambele umzimba wayo ngenkathi ngiynqamula ikhanda ngocelemba
Ngiphuphe izinyoka ezintathu sifuna ukuzibulala kodwa kumele iround ukuze iphume emgodini zibe seziyabanjwa zabulalwa bezintathu
Kube sekuvela isoka lami lithi bokungamel ngibe khona ekubulalweni kwazo ngoba izingane zalezinyoka zizo ngilandela q
Mhlawumbe incazelo ilele ekutheni bekuyizinyok a ezinjani, uma bezinsundu bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/ Uma beziluhlaza, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/ Uma bezimnyama bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/ Kumbe bekuyizimamba? https://iafrika.org/amaphupho-ngemamba/
Ngiphuphe izinyoka ezincane eziningi, yonke indawo lapho ngihamba khona, ngisho nasekhaya, izinyoka ezinga pheli, zigcwele ngisho nasemoyeni
Nami ngokunjalo ngiphuphe inyoka eziningi ezihlukahlukene umbala futhi zingewona umhlobo owodwa bekuse nsimini ma ngithi ngiyanyathela ngidibana nenyoka kodwa zingangilumi. Ingabe kushoni lokhu sizani bo.
Uyachaza ukuthi uphuphe izinyoka eziningi eziyimibala ehlukene, nazi izincazelo lapho uphupha izinyoka eziyimibala ehlukene: inyoka ensundu ephusheni, bheka lapha incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/, inyoka emnyama enebala elimhlophe, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/, inyoka eluhlaza, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/. Uyalubeka udaba ukuthi bekusensimini lapho ubuphupha ubona khona lezizinyoka, bheka lapha incazelo ngephupho elihlanganisa khona insimu: https://iafrika.org/amaphupho-ngamasimu/
Ndiphuphe inyoka eyellow kodwa inamabala kodwa intloko yayo ayiqheleki ize ibenomlomo obomvu
Sawubona
Ngiphuphe crocodile enkulu elingana nomfula walapha engihlala ngakhona.Beyiphuma emanzini bonke abantu babaleka,kodwa mina nganikwa icebo lokusinda ngaphandle kokubaleka.
Nalu ulwazi lapho uphupha ubona ingwenya, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngengwenya/
Ngiphuphe ngibona inyoka emnyama ngasengiyayitsha ngetshe yase yangigijimisa yona beyihamba phansi mna ngisemoyeni
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha inyoka emnyama: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Ngiphuphe inyoka emnyama imanyazela yangluma esandleni sam sakwa left
Ake ubheke nalu ulwazi ngokuphupha inyoka emnyama: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Ngiphuphe ngilele nenyoka iphezulu kumina ngingakhoni kunyakaza ngizwa isisindo sayo nokuthi ingihambaphi
Sawubona Mthokozisi
Ake ubheke nazi ezinye izincazelo esinazo ezithinta amaphupho okuvela kuwo izinyoka, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/ nalapha futhi: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
Ngiphuphe inyoka ephuzi inamabala amnyama ifuna ukungena endlini ngabaleka mangivala umnyango ungavaleki ifune ukungena ngenkani ngayishaya yagcina ngokuma emnyango. Ngabe kuchazan
Ukuphupha inyoka emnyama enebala elimhlophe ngenzansi kuyiphupho elimele abadala noma amadlozi, lisho inhlanhla ezokwenzeka emndenini. Lokho kusho okuhle okucishe kufane nalapho umuntu ephupha ngenyoka ensundu, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/ Kungcono ngoba awuphuphanga inyoka eluhlaza, yona iyaye inganambithiseki, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/ Imaphi amanye amaphupho owaphuphayo?
Ngiphuphe i
Ngiphuphe izinyoka kuzona bekunehlwathi kodwa indinda ngalezi zinyoka bezifile zonke nalezi ezimhlompe ebezincane ebezikhona nazo bezifile.angazi ngempela lichazani leliphupho
Sawubona Nonhlanhla
Mhlawumbe ake sigxile enyokeni enkulu inhlwathi. Nalu ulwazi esinalo oluthinta inhlwathi: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlwathi/
Gumede!
Phakathwayo!
Mnguni!
Uwubonile nje umlando wesibongo sakho sakwaQwabe? Bheka lapha: https://iafrika.org/umlando-wesibongo-sakwaqwabe/
Ngiphuphe ngiphuziswa inyongo yenyoka ekade iqhamuka sihamba hlathini bayishaya yaze yafa baqeda bayidlinza
Lolulwazi lungasiza ukuba uqonde indlela okufanele izincazelo zamaphupho zithathwe ngayo ukuze zisize: https://iafrika.org/mayelana-namaphupho-osikweni-lwesizulu/
Ndiphuphe iinyoka eziluhlaza zidweni
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ngenyoka eluhlaza: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/ Nakhu okudingeka ukuqonde mayelana namaphupho osikweni lwase-Afrika nolwesiZulu https://iafrika.org/mayelana-namaphupho-osikweni-lwesizulu/
Nginokuphupha izinyoka zonke izinsuku,kodwa azifani akubi inyoka eyodwa,ngiyiphupha isendlini ezintingweni sometimes ishiye ngisho umebuzo kdwa I’ve ikhona nayo,nenye engiyiphuphe ezintingweni futhi eyingwe endlini yakhenhla.ngyacela usizo ngencazelo sengiqala ukuhlukumezeka ilamaphupho ezinyoka
Incazelo yamaphupho ngezinyoka imvamisa iya ngokuthi inyoka inombala onjani. Ngokwesibonelo, nalu ulwazi ngokuphupha inyoka ensundu: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/. Zimbala muni izinyoka oziphuphayo?
White and yellow
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe
Ukuphupha inyoka emhlophe
Nalu ulwazi lwethu lwezinyoka: https://iafrika.org/tag/izinyoka/
Inyoka emhlophe imele idlozi.
Kodwa misizokushaya sakulwa